song lyrics / Udumakahle / Ngizoyibona Indlela lyrics  | FRen Français

Ngizoyibona Indlela lyrics

Performer Udumakahle

Ngizoyibona Indlela song lyrics by Udumakahle official

Ngizoyibona Indlela is a song in Zulu

Uma sithembele kuJesu
Uma sithembele kuJesu
Sizonqob'izitha zethu

Noma besithuka
Noma besibulala
Uma sithembele kuJesu
Sizonqob'izitha zethu

Njal'umangithandaza
Njal'umangikhuleka
Njal'umangithandaza (Ngizophumelela)
Njal'umangikhuleka (Nami ngizoyibon'indlela)
Thina njal'umasithandaza (Sizophumelela)
Njal'umasikhuleka (Nathi sizoyibon'indlela)

Ngoba ngiyakholw'ukuthi
Ukhon'uJesu
Ngeliny'ilanga (Nami ngizoyibon'indlela)

Ngoba ngiyakholw'ukuthi
Ukhon'uJesu
Ngeliny'ilanga (Nami ngizoyibon'indlela)

Njal'umangithandaza (Nizophumelela)
Njal'umangikhuleka (Nani nizoyibon'indlela)

Ngibonga ukulala ngidlile
Ngibonga ukuvuka ngiphila

Ngibonga ukulala ngidlile (Sizophumelela)
Ngibonga ukuvuka ngiphila (Nathi sizoyibon'indlela)

Ngibonga ukulala ngidlile (Sizophumelela)
Ngibonga ukuvuka ngiphila (Nathi sizoyibon'indlela)
Njal'umangithandaza
Nami ngizoyibon'indlela
Nami ngizoyibon'indlela
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Ngizoyibona Indlela lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the right of the camera
2| symbol to the left of the cloud
3| symbol to the right of the television
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid