song lyrics / Udumakahle / Kuyoba nini lyrics  | FRen Français

Kuyoba nini lyrics

Performer Udumakahle

Kuyoba nini song lyrics by Udumakahle official

Kuyoba nini is a song in Zulu

Seniyongixolela ngokuba lidlabha
Ngidlala ngamagama
Hhayi ngoba ngilinuku

Ukuthi mangibon'umuntu wakithi
Omnyama ehlupheka
Ngivele ngigoqan'ulimi
Ngiphelelwe amagama

Seniyongixolela ngokuba lidlabha
Ngidlala ngamagama
Hhayi ngoba ngilinuku

Ukuthi mangibon'umuntu wakithi
Omnyama ehlupheka
Ngivele ngigoqan'ulimi
Ngiphelelwe amagama

Seniyongixolela ngokuba lidlabha
Ngidlala ngamagama
Hhayi ngoba ngilinuku

Ukuthi mangibon';umuntu wakithi
Omnyama ehlupheka
Ngivele ngigoqan'ulimi
Ngiphelelwe amagama

Kuyobanin'umuntu wakithi
Omnyam'ephila kanzima
Esebenzel'umlungu

Kuyobanin'umuntu wakithi
Omnyam'ehlupheka
Esebenzel'umlungu

Kuyobanin'umuntu wakithi
Omnyam'ephila kanzima
Esebenzel'umlungu

Kuyobanin'umuntu wakithi
Omnyam'ehlupheka
Esebenzel'umlungu

Kuyobanin'umuntu wakithi
Omnyam'ephila kanzima
Esebenzel'umlungu

Kuyobanin'umuntu wakithi
Omnyam'ehlupheka
Esebenzel'umlungu

Seniyongixolela ngokuba lidlabha
Ngidlala ngamagama
Hhayi ngoba ngilinuku

Ukuthi mangibona umuntu wakithi
Omnyama ehlupheka
Ngivele ngigoqan'ulimi
Ngiphelelwe amagama

Bengibona kuncono
Silim'amasim'akithi
Siphile ngokulima
Just like old days

Bengibona kuncono
Sifuy'izinkomo zakithi
Siphile ngemfuyo
Just like old days

Bengibona kuncono
Sifuy'izinkomo zakithi
Siphile ngemfuyo
Just like old days

Bengibona kuncono
Silim'amasim'akithi
Siphile ngokulima
Just like old days

Kuyobanin'umuntu wakithi
Omnyam'ephila kanzima
Esebenzel'umlungu

Kuyobanin'umuntu wakithi
Omnyam'ehlupheka
Esebenzel'umlungu

Ingwe idla ngamabala bala bala bala
Kodwa amabal'awadli
Ingwe idla ngamabala bala bala bala
Kodwa amabal'awadli

Kuyobanin'umuntu wakithi
Omnyam'ephila kanzima
Esebenzel'umlungu

Kuyobanin'umuntu wakithi
Omnyam'ehlupheka
Esebenzel'umlungu

Kuyobanin'umuntu wakithi
Omnyam'ephila kanzima
Esebenzel'umlungu
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Kuyoba nini lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the bottom of the helmet
2| symbol at the bottom of magnifying glass
3| symbol to the right of the bulb
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid