song lyrics / Udumakahle / Umama lyrics  | FRen Français

Umama lyrics

Performer Udumakahle

Umama song lyrics by Udumakahle official

Umama is a song in Zulu

Ngike ngikhumbul'umama
Ngike ngikhumbul'umama

Ngike ngikhumbul'umama
Wasikhulisa kanzima
Engasebenzi
(Eyisilima) Ngike ngikhumbul'umama
Elul'amacansi
Esik'utshani
Ethengisel'abantu

Ngike ngikhumbul'umama
Wasikhulisa kanzima
Engasebenzi
(Eyisilima) Ngike ngikhumbul'umama
Elul'amacansi
Esik'utshani
Ethengisel'abantu

Ngike ngikhumbul'umama
Wasikhulisa kanzima
Engasebenzi
(Eyisilima) Ngike ngikhumbul'umama
Elul'amacansi
Esik'utshani
Ethengisel'abantu

Hho nhliziyo yami ihlal'ibalisa oh Nkosi
Ngifis'ukuthi
Kubewayizwa
Noma ingoma yam'eyodwa hho baba
Ngaphambi kokuba umthathe

Hho nhliziyo yami ihlal'ibalisa oh Nkosi
Ngifis'ukuthi
Kubewayizwa
Noma ingoma yam'eyodwa hho baba
Ngaphambi kokuba umthathe

Hho nhliziyo yami ihlal'ibalisa baba
Ngifis'ukuthi
Kubewayizwa
Noma ingoma yam'eyodwa hho cha
Ngaphambi kokuba umthathe

Kunamagama ayengizwis'ubuhlungu
Abantu mabencom'ingoma yami
Bethi Dumakahl'uyajabul'umama wakho
Kant'abaz'akazang'asayizwa

Kunamagama ayengizwis'ubuhlungu
Abantu mabencom'ingoma yami
Bethi Dumakahl'uyajabul'umama wakho
Kant'abaz'akazang'asayizwa

Khon'amagama ayengizwis'ubuhlungu
Abantu mabencom'ingoma yami
Bethi Dumakahl'uyajabul'umama wakho
Kant'abaz'akazang'asayizwa

Hho nhliziyo yami ihlal'ibalisa oh Nkosi
Ngifis'ukuthi
Kubewayizwa
Noma ingoma yam'eyodwa hho Baba
Ngaphambi kokuba umthathe Nkosi yami

Bagqok'amaphinif'edolobheni
Abany'omama begqokile kahle
Wayenzela thina
Ukuthi silale sidlile

Bagqok'amaphinif'edolobheni
Abany'omama begqokile kahle
Wayenzela thina
Ukuthi silale sidlile

Bagqok'amaphinif'edolobheni
Abany'omama begqokile kahle
Wayenzela thina
Ukuthi sifane neziny'ingane

Uz'ungivikele phela mama
Ukuba umculi kwakhubaza izitha
Wonk'amahater afis'impilo yethu
Bon'abaz'inzima

Uz'ungikhanyisele phela mama
Ukuba umculi kwakhubaza izitha
Wonk'amahater afis'impilo yethu
Bon'abaz'inzima
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Umama lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the right of the house
2| symbol at the bottom of the helmet
3| symbol to the left of the target
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid