song lyrics / Udumakahle / Asifani siyafanelana lyrics  | FRen Français

Asifani siyafanelana lyrics

Performer Udumakahle

Asifani siyafanelana song lyrics by Udumakahle official

Asifani siyafanelana is a song in Zulu

Babesincoma abantu
Masihamba ndawonye
Beth'asifani kodwa siyafanelana

Babesincoma abantu
Masihamba ndawonye
Beth'asifani kodwa siyafanelana

Beth'asifani kodwa siyafanelana
Beth'asifani kodwa siyafanelana
Beth'asifani kodwa siyafanelana

Babesincoma abantu
Masihamba ndawonye
Beth'asifani kodwa siyafanelana

Ngithi buya themba lami
Sengasala ngedwa
Njengendlu yakwagogo emanxini

Wobuya swidi lami
Wobuya swidi lami
Wobuya dali wami
Wobuya swidi lami

Ngithi buya themba lami
Sengasala ngedwa
Njengendlu yakwagogo emanxini yeh
Wobuya swidi lami

Mina ngisalinde yena
Angisakhon'ukuthand'omuny'umuntu
Mina ngisalinde yena
Angisakhon'ukuthand'omuny'umuntu

Bengicela ningikhonzele yena
Isihlalo sakhe sobukhosi sisalindel'enhlizweni yami
Phela mina ngisamthanda
Wobuya Nomathemba wami

Bengicela ningikhonzele yena
Isihlalo sakhe sobukhosi sisalindel'enhlizweni yami
Phela mina ngisamthanda
Wobuya Nomathemba wami

Mina ngisalinde yena
Angisakhon'ukuthand'omuny'umuntu
Mina ngisalinde yena
Angisakhon'ukuthand'omuny'umuntu

Min'angisakhoni
Angisakhon'ukuthand'omuny'umuntu
Min'angisakwazi
Angisakwaz'ukuthand'omuny'umuntu

Mina ngisalinde yena
Angisakhon'ukuthand'omuny'umuntu

Isihlalo sakhe sobukhosi sisalindel'enhlizweni yami
Phela mina ngisamthanda
Wobuya Nomathemba wami

Bengicela ningikhonzele yena
Isihlalo sakhe sobukhosi sisalindel'enhlizweni yami
Phela mina ngisamthanda
Wobuya Nomathemba wami

Wo min'angisakwazi
Angisakhon'ukuthand'omuny'umuntu
Phela min'angisakhoni
Mina ngisalinde yena

Ngibhala lengoma
Ziyehla izinyembezi zami
Zimanzisa iphepha lami
Engibhala ngalo lengoma

Ngizulazula indlu yonke
Ngishay'ubonda ngesibhakela
Kubuhlung'umoya wami

Ngibhala lengoma (Ngithi buya themba lami)
Ziyehla izinyembezi zami (Sengasala ngedwa)
Zimanzisa iphepha lami (Njengendlu yakwagogo)
Engibhala ngalo lengoma (Emanxini yeh)

Ngizulazula indlu yonke (Wobuya swidi lami)
Ngishay'ubonda ngesibhakela
Kubuhlung'umoya wami

Mina ngisalinde yena
Angisakhon'ukuthand'omuny'umuntu
Bengicela ningikhonzele yena
Isihlalo sakhe sobukhosi sisalindel'enhlizweni yami
Wobuya Nomathemba wami

Mina ngisalinde yena
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Asifani siyafanelana lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the left of the helmet
2| symbol to the left of the star
3| symbol to the right of the house
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid