Ngabona ek'seni is a song in Zulu
Mina ngabon'ekuseni
Ukuth'akasekh'umama
Mina ngabon'ekuseni
Ukuth'akasekh'umama
Mina ngabon'ekuseni
Ukuth'akasekh'umama
Mina ngabon'ekuseni
Ukuth'akasekh'umama
Mina ngabon'ekuseni
Ukuth'akasekh'umama
Mina ngabon'ekuseni
Ukuth'akasekh'umama
Lalela ngikuxoxele wena Xolani
Ukuthi ngangiseseyingane
Ngake ngalala nomam'endlini
Ngingazi ukuth'ushonile
Njengenjwayelo ngavuk'ekuseni
Ngayodlala neziny'izingane
Ngabuy'endlini
Ngafike ngamtshel'ukuthi
Ngilambile ngifuna ukudla
Akangavuk'umama
Nami ngangisemncane
Ngangiseyingane
Ngizw'izolo ngitshelwa yilomama
Ohlal'ezantshi ngasekhaya
Ukuthi wangithol'endlin
Ngizam'ukumvus'umama
Ngithi mama vuka phela
Ngithi mama vuka phela
Nami ngangiseyingane
Ngangisemncane
Ngangingazi nokuthi
Kukhon'int'okuthiwa ukufa
Ngangith'usazovuk'umama
Lalela ngikuxoxele wena Xolani
Bengicela siyekele lendaba mfowethu
Ngob'ivus'amanxeba
Bengicela siyekele lendaba mfowethu
Ngob'ivus'amanxeba
Bengicela siyekele lendaba mfowethu
Ngob'ivus'amanxeba
Lokulala ngenxeba buy'akasizi
Ngoba kuthunukala kakhulu
Lokulala ngenxeba kubuy'akasizi
Ngoba kuthunukala kakhulu
Lokulala ngenxeba kubuy'akasizi
Ngoba kuthunukala kakhulu
Bengicela siyekele lendaba mfowethu
Ngob'ivus'amanxeba
Nami ngangiseyingane
Ngangisemncane
Ngangingazi nokuthi
Kukhon'int'okuthiwa ukufa
Ngangith'usazovuk'umama
Mina ngabon'ekuseni
Ukuth'akasekh'umama
Mina ngabon'ekuseni
Ukuth'akasekh'umama
Mina ngabon'ekuseni
Ukuth'akasekh'umama
Ngabon'ekuseni
Ukuth'akasekh'umama
Lalela ngikuxoxele wena Xolani
Ukuthi ngangiseseyingane
Ngake ngalala nomam'endlini
Ngingazi ukuth'ushonile
Ngizw'izolo ngitshelwa yilomama
Ohlal'ezantshi ngasekhaya
Ukuthi wangithol'endlin
Ngizam'ukumvus'umama
Ngithi mama vuka phela
Ngithi mama vuka phela
Lokulala ngenxeba buy'akasizi
Ngoba kuthunukala kakhulu
Bengicela siyekele lendaba mfowethu
Ngob'ivus'amanxeba