paroles de chanson / Udumakahle parole / Ngizoyibona Indlela lyrics  | ENin English

Paroles de Ngizoyibona Indlela

Interprète Udumakahle

Paroles de la chanson Ngizoyibona Indlela par Udumakahle lyrics officiel

Ngizoyibona Indlela est une chanson en Zoulou

Uma sithembele kuJesu
Uma sithembele kuJesu
Sizonqob'izitha zethu

Noma besithuka
Noma besibulala
Uma sithembele kuJesu
Sizonqob'izitha zethu

Njal'umangithandaza
Njal'umangikhuleka
Njal'umangithandaza (Ngizophumelela)
Njal'umangikhuleka (Nami ngizoyibon'indlela)
Thina njal'umasithandaza (Sizophumelela)
Njal'umasikhuleka (Nathi sizoyibon'indlela)

Ngoba ngiyakholw'ukuthi
Ukhon'uJesu
Ngeliny'ilanga (Nami ngizoyibon'indlela)

Ngoba ngiyakholw'ukuthi
Ukhon'uJesu
Ngeliny'ilanga (Nami ngizoyibon'indlela)

Njal'umangithandaza (Nizophumelela)
Njal'umangikhuleka (Nani nizoyibon'indlela)

Ngibonga ukulala ngidlile
Ngibonga ukuvuka ngiphila

Ngibonga ukulala ngidlile (Sizophumelela)
Ngibonga ukuvuka ngiphila (Nathi sizoyibon'indlela)

Ngibonga ukulala ngidlile (Sizophumelela)
Ngibonga ukuvuka ngiphila (Nathi sizoyibon'indlela)
Njal'umangithandaza
Nami ngizoyibon'indlela
Nami ngizoyibon'indlela
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Ngizoyibona Indlela

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole en haut de la valise
2| symbole en haut du casque
3| symbole à gauche du nuage
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid