Alikho elamahhala est une chanson en Zoulou
Ngidlal'amahit
Ngidlal'amahit
Unyaka nonyaka alikh'elamahhala
Ngidlal'amahit
Ngidlal'amahit
Unyaka nonyaka alikh'elamahhala
Ngidlal'amahit mina
Ngidlal'amahit
Unyaka nonyaka alikh'elamahhala
Ngidlal'amahit mina
Ngidlal'amahit
Unyaka nonyaka alikh'elamahhala
Ngidlal'amahit mina
Ngidlal'amahit
Unyaka nonyaka alikh'elamahhala
Ngidlal'amahit
Ngidlal'amahit
Unyaka nonyaka alikh'elamahhala
Ngiqhamuka kujabul'abantu
Bethi thina siyamazi
Umfan'ocula kahle
Odume kahle
Ngiqhamuka kujabul'abantu
Bethi thina siyamazi
Umfan'ocula kahle
Obhala kahle
Odume kahle
Ogqoka kahle
Ocula kahle
Odume kahle
Ngidlal'amahit mina
Ngidlal'amahit
Unyaka nonyaka alikh'elamahhala
Ngibuya l'eVryheid dali
Ngiyayidlal'ingoma
Ngimel'iSouth Africa yonke
Ngomaskandi
Ngibuya l'ePhillip dali
Ngiyayishay'ingoma
Ngimel'iSouth Africa yonke
Ngomaskandi
Ngibuya len'eNgqosha mfana
Ngiyayidlal'ingoma
Ngimel'iSouth Africa yonke
Ngomaskandi
Ngibuya l'eVryheid dali
Ngiyayibhal'ingoma
Ngimel'iSouth Africa yonke
Ngomaskandi
Noma kulomculo kunzima
Kuya ngokuthi uphila nobani
Uhamba nobani
Uhlala nobani
Kushaw'edonsayo
Noma kulomculo kunzima
Kuya ngokuthi uphila nobani
Uhamba nobani
Uhlala nobani
Kushaw'edonsayo
Noma kulomculo kunzima
Kuya ngokuthi uphila nobani
Uhamba nobani
Uhlala nobani
Kushaw'edonsayo
Ngiqhamuka kujabul'abantu
Bethi thina siyamazi
Umfan'ocula kahle
Obhala kahle
Odume kahle
Ogqoka kahle
Ocula kahle
Odume kahle
Ngiqhamuka kujabul'abantu
Bethi thina siyamazi
Umfan'ocula kahle
Odume kahle
Ngiyayiphatha imali ngalomculo
Kade kufon'umam'ekhaya
Ethi mntanami bazokubulala
Ngicel'ubuy'ekhaya
Ngiyayiphatha imali ngalomculo
Kade kufon'umam'ekhaya
Ethi mntanami bazokubulala
Ngicel'ubuy'ekhaya
Ngiyayiphatha imali ngalomculo
Kade kufon'umam'ekhaya
Ethi mntanami bazokubulala
Ngicel'ubuy'ekhaya
Ngidlal'amahit
Ngidlal'amahit
Unyaka nonyaka kalikh'elamahhala
Ngiyayiphatha imali ngalomculo
Kade kufon'umam'ekhaya
Ethi mntanami bazokubulala
Ngicel'ubuy'ekhaya
Ngiyayiphatha imali ngalomculo
Kade kufon'umam'ekhaya
Ethi mntanami bazokubulala
Ngicel'ubuy'ekhaya
Ngiyayiphath'imali ngalomculo
Kade kufon'umam'ekhaya
Ethi mntanami bazokubulala
Ngicel'ubuy'ekhaya
Ngiqhamuka kujabul'abantu
Bethi thina siyamazi
Umfan'ocula kahle
Obhala kahle
Odume kahle
Ogqoka kahle
Ocula kahle
Odume kahle