Phakathi Komhlane nembeleko est une chanson en Zoulou
Lendab'ixoxwa ingane
Eyayizalwa umam'owayehluphekile
Usizi lubhalw'emehlweni
Kodw'ephakathi komhlane nembeleko
Lendab'ixoxwa ingane
Eyayizalwa umam'owayehluphekile
Usizi lubhalw'emehlweni
Kodw'ephakathi komhlane nembeleko
Angeke ngikhale emhlane kamama
Ngikhala ngikhaliswa yindlala
Kuze kufik'ubuthongo ngingadlile
Kodwa ngibelethwe umhlane nembeleko
Angeke ngikhale emhlane kamama
Ngikhala ngikhaliswa yindlala
Kuze kufik'ubuthongo ngingadlile
Kodwa ngibelethwe umhlane nembeleko
Min'angeke ngikhale emhlane kamama
Ngikhala ngikhaliswa yindlala
Kuze kufik'ubuthongo ngingadlile
Kodwa ngibelethwe umhlane nembeleko
Angeke ngikhale emhlane kamama
Ngikhala ngikhaliswa yindlala
Kuze kufik'ubuthongo ngingadlile
Kodwa ngibelethwe umhlane nembeleko
Lendab'ixoxwa ingane
Eyayizalwa umam'owayehluphekile
Usizi labhalw'emehlweni
Kodw'ephakathi komhlane nembeleko
Um'ungacabang'umuntu
Ophila phakathi komhlane nembeleko
Ubomcabanga eloya
Nom'ukhalelwa ingane yakhe
Ilambil'ifun'ukudla
Angaz'uzoyinikani
Ukuz'ithule kumele ayithath'ayibeleth'emhlane
Lokho kush'ukuthi
Naphathi komhlane imbeleko
Usizi lukhona usizi
Lokho kush'ukuthi
Naphathi komhlane imbeleko
Usizi lukhona usizi
Um'ungacabang'umuntu
Ophila phakathi komhlane nembeleko
Ubomcabang'eloya
Noma ukhalelwa ingane yakhe
Ilambil'ifun'ukudla
Angaz'uzoyinikani
Ukuz'ithule kumele ayithath'ayibeleth'emhlane
Abanye bethu
Usizi
Izan'ukucel'ebeleni
Komama bethu
Abanye bethu
Usizi
Izan'ukucel'ebeleni
Komama bethu
Abanye bethu
Usizi
Izan'ukucel'ebeleni
Komama bethu
Angeke ngikhale emhlane kamama
Ngikhala ngikhaliswa yindlala
Kuze kufik'ubuthongo ngingadlile
Kodw'ephakathi komhlane nembeleko
Kwabanye abantu
Phakathi komhlane nembeleko
Babon'indawo yemfudumalo kuphela
Kwabanye isidleke sokuzilibala
Kwabanye abantu
Phakathi komhlane nembeleko
Babon'indawo yemfudumalo kuphela
Kwabanye isidleke sokuzilibala
Kwabanye abantu