song lyrics / Udumakahle / UTshwala Bephepha lyrics  | FRen Français

UTshwala Bephepha lyrics

Performer Udumakahle

UTshwala Bephepha song lyrics by Udumakahle official

UTshwala Bephepha is a song in Zulu

Wabayeka befunda abanye ngomholo
Walibal'utshwala bephepha
Wabayeka befunda abanye ngomholo
Walibal'utshwala bephepha

Wabayeka befunda abanye ngomholo
Walibal'utshwala bephepha
Wabayeka befunda abanye ngomholo
Walibal'utshwala bephepha

Udelel'omiss ubabiza ngezici
Kuthiwa wawubetha ngamagam'abelisa
Udelel'omiss ubabiza ngezici
Kuthiwa wawubetha ngamagam'abelisa

Udelel'omiss ubabiza ngezici
Kuthiwa wawubetha ngamagam'abelisa
Wabayeka befunda abanye ngomholo
Walibal'utshwala bephepha

Wake wangitshel'ukuthi
Wawungekh'ebusheni bami
Mina sengikhon'ekuhluphekeni
Waqhubeka wafun'ukuyala

Wake wangitshel'ukuthi
Wawungekh'ebusheni bami
Mina sengikhon'ekuhluphekeni
Waqhubeka wafun'ukuyala

Wake wangitshel'ukuthi
Wawungekh'ebusheni bami
Mina sengikhon'ekuhluphekeni
Waqhubeka wafun'ukuyala

Udelel'omiss ubabiza ngezici
Kuthiwa wawubetha ngamagam'abelisa

Ngake ngaba yingane
Ngaphinde ngaba madala
Wena mtanam'uyingane
Awukaze waba mdala
Wal'uma kuth'ungilalele

Ngake ngaba yingane
Ngaphinde ngaba madala
Wena mtanam'uyingane
Awukaze waba mdala
Wal'uma kuth'ungilalele

Ngake ngaba yingane
Ngaphinde ngaba madala
Wena mtanam'uyingane
Awukaze waba mdala
Wal'uma kuth'ungilalele

Ngake ngaba yingane
Ngaphinde ngaba madala
Wena mtanam'uyingane
Awukaze waba mdala
Wal'uma kuth'ungilalele hhe

Badabul'ihhashi laphuma izinyembezi
Nami ngiyezwa uma umkhulu
Badabul'ihhashi laphuma izinyembezi
Nami ngiyezwa uma umkhulu

Badabul'ihhashi laphuma izinyembezi
Nami ngiyezwa uma umkhulu
Badabul'ihhashi laphuma izinyembezi
Nami ngiyezwa uma umkhulu
Utshwala bephepha
Washaw'ekhala

Udelel'omiss ubabiza ngezici
Kuthiwa wawubetha ngamagam'abelisa
Udelel'omiss ubabiza ngezici
Kuthiwa wawubetha ngamagam'abelisa

Udelel'omiss ubabiza ngezici
Kuthiwa wawubetha ngamagam'abelisa

Wabayeka befunda (Ngake ngaba yingane)
Ngomholo (Ngaphinda ngaba madala)
Walibal'utshwala bephepha (Wena mtanam'uyingane)
Awukaze waba mdala
Wal'uma kuth'ungilalele

Ngake ngaba yingane
Ngaphinde ngaba madala
Wena mtanam'uyingane
Awukaze waba mdala
Wal'uma kuth'ungilalele

Ngake ngaba yingane
Ngaphinde ngaba madala
Wena mtanam'uyingane
Awukaze waba mdala
Wal'uma kuth'ungilalele

Ngake ngaba yingane
Ngaphinda ngaba madala
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for UTshwala Bephepha lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the top of the cloud
2| symbol to the left of the trash
3| symbol to the right of the target
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid