Please Call Fona Ksasa is a song in Zulu
Halo
Ngiyathemb'uAmanda lo engikhuluma naye
Halo
Ngiyathemb'uAmanda lo engikhuluma naye
Uthena kimi please call fona kusasa
Uzonginik'uthando lwakho
Nanamhlanje uth'angifone kusasa
Uthena kimi please call fona kusasa
Uzonginik'uthando lwakho
Nanamhlanje uth'angifone kusasa
Uthena kimi please call fona kusasa
Uzonginik'uthando lwakho
Nanamhlanje uth'angifone kusasa
Halo
Ngiyathemb'uAmanda lo engikhuluma naye
Ngicel'ukubuza kuwe Amanda
Ukuthi wawulal'usesemncane na
Um'umamakh'ethe
Kusasa ekuseni
Sizovuka siy'edolobheni
Ngicel'ukubuza kuwe Amanda
Ukuthi wawulal'usesemncane na
Um'umamakh'ethe
Kusasa ekuseni
Sizovuka siy'edolobheni
Uthena kimi please call fona kusasa
Uzonginik'uthando lwakho
Nanamhlanje uth'angifone kusasa
Awush'ukuth'uyangithanda
Futh'awush'ukuth'awungithandi
Awush'ukuth'uyangithanda
Futh'awush'ukuth'awungithandi
Awush'ukuth'uyangithanda
Futh'awush'ukuth'awungithandi
Ngithol'ukuth'uthanda min'owakho
Uyasho ukuthi uyangithanda
Kodwa inkinga yakho usab'igriza lakho
Ngoba alingifuni
Ngithol'ukuth'uthanda min'owakho
Uyasho ukuthi uyangithanda
Kodwa inkinga yakho usab'igriza lakho
Ngoba alingifuni
Awush'ukuth'uyangithanda
Futh'awush'ukuth'awungithandi
Noma kungapheli mina
Kuphel'amacent ay'efonini yami
Ngiyakuthanda
Uhlale ukwazi lokho
Noma kungapheli mina
Kuphel'amacent ay'efonini yami
Ngiyakuthanda
Uhlale ukwazi lokho
Noma kungapheli mina
Kuphel'amacent ay'efonini yami
Ngiyakuthanda
Uhlale ukwazi lokho
Awush'ukuth'uyangithanda
Futh'awush'ukuth'awungithandi
Awush'ukuth'uyangithanda
Futh'awush'ukuth'awungithandi
Awush'ukuth'uyangithanda