song lyrics / Udumakahle / Amazondo lyrics  | FRen Français

Amazondo lyrics

Performer Udumakahle

Amazondo song lyrics by Udumakahle official

Amazondo is a song in Zulu

Ngingakaphumeleli
Wawungifisela okuhle
Mangabe sengiphumelela
Usingithwalis'amazondo

Ngingakaphumeleli
Wawungifisela okuhle
Mangabe sengiphumelela
Usingithwalis'amazondo

Ngingakaphumeleli
Wawungifisela okuhle
Mangabe sengiphumelela
Usingithwalis'amazondo

Nalona nalona nalona nalona
Usethi lomfana lona sasihamba naye

Nalona nalona nalona nalona
Usethi lomfana lona sasikhula naye

Wo Mnikeni mfo kaZulu
Usiz'ungamjikel'umuntu kanjena
We Mnanayeja mfokaZwane
Usiz'ungamjikel'umuntu kanjena

Neo Dumo mfokaMncube (Ngijikelwe ngabangani bami)
Usiz'ungamjikeli
Umuntu kanjena (Ngijikelwe zihlobo zami zegazi)

NanguLucky umfokaNkosi (Ngijikelwe ngabangani bami)
Usiz'ungamjikeli
Umuntu kanjena (Ngijikelwe zihlobo zami zegazi)

Zeneka Ntombela (Ngijikelwe ngabangani bami)
Usiz'ungamjikeli
Umuntu kanjena (Mina ngijikelwe zihlobo zami zegazi)

We Simo mfokaZulu (Ngijikelwe ngabangani bami)
Usiz'ungamjikeli
Umuntu kanjena (Mina ngijikelwe zihlobo zami zegazi)

Gqulukazi Nozibene
Usiz'ungamjikel'umuntu kanjena

We Katlego kaMadida (Ngoba kade mina sengithwal'amacala)
Usiz'ungamjikeli
Umuntu kanjena (Bangijahis'icala lokucula kahle)
Ningijezisa ngokusonto

Mezi wakaJikalala (Ngoba kade mina sengithwal'amacala)
Usiz'ungamjikeli
Umuntu kanjena (Bangijahis'icala lokucula kahle)
Ningijezisa ngophuthu

Dumisani mfokaXulu (Ngoba kade mina sengithwal'amacala)
Usiz'ungamjikel'umuntu kanjena
We TK mfo kaZulu
Usiz'ungamjikel'umuntu kanjena

Qondanisa mfokaMashengu
Usiz'ungamjikel'umuntu kanjena
Sabo mtakaKhumalo

We Stanza mfokaMsimango
Usiz'ungamjikel'umuntu kanjena
We Shimza mfokaButhelezi (Ngijikelwe ngabangani bami)
Usiz'ungamjikeli
Umuntu kanjena (Ngijikelwe zihlobo zami zegazi)

Ngijikelwe ngabangani bami
Ngijikelwe zihlobo zami zegazi
Ngijikelwe ngabangani bami
Mina ngajikelwa zihlobo zami zegazi
Ngijikelwe ngabangani bami
Ngijikelwe zihlobo zami zegazi

Ngoba kade mina
Sengithwal'amacala (Ngijikelwe ngabangani bami)
Bangijahis'icala lokucula kahle
Ningijezisa ngokusonto (Ngijikelwe zihlobo zami zegazi)

Ngoba kade mina
Sengithwal'amacala (Ngijikelwe ngabangani bami)
Bangijahis'icala lokucula kahle
Ningijezisa ngophuthu (Ngijikelwe zihlobo zami zegazi)

Ngoba kade mina
Sengithwal'amacala (Ngijikelwe ngabangani bami)
Mina ngajikelwa zihlobo zami zegazi
Ngijikelwe ngabangani bami
Ngijikelwe zihlobo zami zegazi
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Amazondo lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the left of the star
2| symbol at the bottom of the cross
3| symbol to the left of the trash
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid