song lyrics / Pastor Ncanda / Uzowaqhelisa Amaqhawe lyrics  | FRen Français

Uzowaqhelisa Amaqhawe lyrics

Performer Pastor Ncanda

Uzowaqhelisa Amaqhawe song lyrics by Pastor Ncanda official

Uzowaqhelisa Amaqhawe is a song in Zulu

UJes'uzowaqhelis'amaqhawe
Aw kodwa ngosuku olukhul'oluzayo
UJes'uzowaqhelis'amaqhawe
Aw kodwa ngosuku olukhul'oluzayo

Oh (Uzowaqhelis'amaqhawe)
Aw kodwa ngosuku olukhul'oluzayo (Ngosuku olukhul'oluzayo)
UJes'uzowaqhelis'amaqhawe (Uzowaqhelis'amaqhawe)
Ngosuku olukhul'oluzayo (Ngosuku olukhul'oluzayo)

Oh kuyobonga namaqhawe ekhaya lethu (Uzowaqhelis'amaqhawe)
Lab'abanqobile endleleni (Ngosuku olukhul'oluzayo)
Oh bazoqhelisw'imiqhele (Uzowaqhelis'amaqhawe)
Ekhaya lena, ngosuku olukhul'oluzayo (Ngosuku olukhul'oluzayo)

Aw ngoba lona luyeza
Luyeza, luyeza lolusuku (Ngoba luyeza usuku olukhulu)
Lapho kobongwa amaqhawe (Lapho kobongwa bonk'abangcwele)
Oh lolosuku luyeza (Ngoba luyeza usuku olukhulu)
Liyofika kubantu bonk'emhlabeni (Lapho kobongwa bonk'abangcwele)

Abalwil'ul'okuhle emhlabeni (Ngoba luyeza usuku olukhulu)
Bekezela, bekezele, bekezele (Lapho kobongwa bonk'abangcwele)
Ho ho ho (Ngoba luyeza usuku olukhulu)
Oh usuku lona luyeza (Lapho kobongwa)
Kuyobong'amaqhawe (Bonk'abangcwele)

Uzowaqhelis'amaqhawe (Uzowaqhelis'amaqhawe)
Amaqhaw'ahambe kahle emhlabeni (Ngosuku olukhul'oluzayo)
Azoqhelisw'amaqhawe ekhaya le (Uzowaqhelis'amaqhawe)
Abahambe babekezel'endleleni (Ngosuku olukhul'oluzayo)

Uzowaqhelis'amaqhawe (Uzowaqhelis'amaqhawe)
UJes'uzowaqhelis'amaqhawe (Ngosuku olukhul'oluzayo)
Ho ho ho (Uzowaqhelis'amaqhawe)
Qhelis'amaqhawe, qhelis'amaqhawe
Qhelis'amaqhawe (Ngosuku olukhul'oluzayo)

Ngoba luyeza lolosuku (Ngoba luyeza usuku olukhulu)
Liyofika kubantu bonke (Lapho kobongwa bonk'abangcwele)
Oh luyeza lolosuku (Ngoba luyeza usuku olukhulu)
Luyeza lolosuku, luyeza lolosuku (Lapho kobongwa bonk'abangcwele)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Uzowaqhelisa Amaqhawe lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the left of the target
2| symbol at the top of the thumbs up
3| symbol to the right of the trash
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid