song lyrics / Pastor Ncanda / Ujesu Engibheka lyrics  | FRen Français

Ujesu Engibheka lyrics

Performers Pastor NcandaThina Zungu

Ujesu Engibheka song lyrics by Pastor Ncanda official

Ujesu Engibheka is a song in Zulu

Wangibhe, bheka nami
Wangibhe, bheka nami
Wangibhe, bheka nami ngothando

uJesu wangibhe, bheka nami
Wangibheka nami
Wangibheka nami ngothando

Yilapho (Kulaph'uJesu)
Kulapho (Engibheka)
Engibheka (Engibheka)
Engibheka ngothando (Engibheka)

Kulapho (Kulaph'uJesu)
Kulaph'uSimakade (Engibheka)
Ngoba yen'engithanda mina (Engibheka ngothando)

Laph'abantu
Behlubuk'empilweni yami ke
Kulaph'uJesu
Engenelela khona

Anginik'amandla amasha
Akuhamb'endleleni ke
Bese angibheka
Endawen'ephakeme

Laph'ihlobo zingishiya (Kulaph'uJesu)
UJesu (Engibheka)
Laph'abangani behlehl'empilweni yami (Engibheka)
(Engibheka)

Inkinga zonke zikhona (Kulaph'uJesu)
Uhamba nami (Engibheka)
Uyangi, ngibheka ngothando (Engibheka)
Engibheka nami, nami ngothando (Ngothando)

Lapho ngingasena mali (Kulaph'uJesu)
Yena yedw'uyingcwele uBaba (Engibheka)
Wangithanda nami (Engibheka)
Ngangiyisoni yeah (Engibheka)

Kodwa wangithanda, wangibheka (Kulaph'uJesu)
Laph'uJesu, uyangibheka (Engibheka)
Ungibheka ngothando (Engibheka)
Engibheka nami (Ngothando)

Laph'ibandla lihlubuka kancane, kancane ke (Kulaph'uJesu)
Thina uJesu ke (Engibheka)
Engibamba ngesandla, angibheke phezulu (Engibheka)
Yeah uJesu (Engibheka)

Nsuku zonke (Kulaph'uJesu)
UJesu Simakade (Engibheka)
Uyangi ngibheka ngothando (Engibheka)
Engibheka nami, nami ngothando (Ngothando)

Yeyi kulaph'uJesu (Kulaph'uJesu)
Kulaph'uJesu (Engibheka)
Laph'abantu bengibukela phansi (Engibheka)
UJesu ukumphathi wezimfihlakalo (Engibheka)

Wangithanda (Kulaph'uJesu)
Wangithanda uBaba (Engibheka)
Uyangi ngibheka ngothando (Engibheka ngothando)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Ujesu Engibheka lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the top of the eye
2| symbol at the bottom of the camera
3| symbol to the right of the star
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid