song lyrics / Pastor Ncanda / Ngobekezela lyrics  | FRen Français

Ngobekezela lyrics

Performer Pastor Ncanda

Ngobekezela song lyrics by Pastor Ncanda official

Ngobekezela is a song in Zulu

Abanye baqala kulendela
Bayithola ingumncingo
Abanye bahluleka
Abanye baqal'indlela entsha
Bayincosana abayobekezela

Abanye baqala kulendela
Bayithola nzima
Abanye bahluleka
Abanye baqal'indlela entsha (Bayincosana abayobekezela)

Bayincosana abayobekezela
Bayincosana abayobekezela
Bayincosana (Bayincosana)
Bayincosana (Abayobekezela)
Bancane, bayincosana (Bayincosana abayobekezela)

Kodwa mina (Ngobekezela)
Ngobekezela (Jesu ngobekezela)
Jesu ngobekezela (Ngobekezela)
(Jesu ngobekezela)

Noma kunzima mina (Ngobekezela)
Ngohlala kulel'ivangeli ngobekezela (Jesu ngobekezela)
Ngobekezela, ngobekezela (Ngobekezela)
Ngoba kuyahambeka ngobekezela (Jesu ngobekezela)

Bayincosana
Bayincosana (Abayobekezela)
Asambe mtakababa sihlale kuJesu (Bayincosana)
Hlala kuJesu hlala kuJesu (Abayobekezela)

Hlala kuJesu (Bayincosana)
Bekezela abantu bekuthuka (Abayobekezela)
Bekezela abantu bekushiya
Bekezela ushiwe yizihlobo zakho (Bayincosana)
Bekezela abantu bekubukela phansi
Hlala kuJesu, hlala kuJesu (Abayobekezela)

Haleluya (Ngobekezela)
Ngithi bekezela (Jesu ngobekezela)
Umvuzo wakh'umkhulu ngale bekezela (Ngobekezela)
Hlala kuJesu, hlala kuJesu (Jesu ngobekezela)

Hlala kuJesu, hlala kuJesu (Ngobekezela)
Hlala kuJesu, bekezela mtakababa (Jesu ngobekezela)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Ngobekezela lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the top of the target
2| symbol to the right of the cloud
3| symbol at the top of the heart
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid