song lyrics / Pastor Ncanda / Ujesu Ungena Nathi lyrics  | FRen Français

Ujesu Ungena Nathi lyrics

Performer Pastor Ncanda

Ujesu Ungena Nathi song lyrics by Pastor Ncanda official

Ujesu Ungena Nathi is a song in Zulu

Ngimbonile uSimakade ehamba nami
Indlela yonke akazang'angishiye
Wazewangena nam emlilweni
Waphenduka indoda yesibini
Wangena nami
Akazange awucishe umlilo

Yena (Wangena nathi)
Yena (Wangena nathi)
Oh (Ungena nathi)
Oh akasoze awucishe (Akawucish'umlilo)

uJesu yena (Ungena nathi)
Ngish'uJehova (Ungena nathi)
uJehova uSimakade (Ungena nathi)
Akawusus'umlilo (Akawucish'umlilo)

uSimakade (Ungena nathi)
Enkingeni obhekane nazo (Ungena nathi)
Hayi (Ungena nathi)
Aaah (Akawucish'umlilo)

Ngisho noma sebefungile bethi ngeke'uphumelele
Kodw'uJesu wumavula kuvaliwe
Kodwa yen'ungena nathi
Akawucishi umlilo

Noma abantu sebekudelile
Bathi ngeke walungelwa yilutho emhlabeni
Kodwa ngithi namhlanje ukhon'uJesu yena
Akawucishi umlilo

Themba kuye (Ungena nathi)
Themba kuye (Ungena nathi)
Kuye yeyeyeye (Ungena nathi)
Thembela kuye (Akawucish'umlilo)

uJesu uSimakade (Ungena nathi)
Abeyindodayesine emlilweni (Ungena nathi)
Angek'awucish'umlilo (Ungena nathi)
Kodwa ngeke wakwenza lutho (Akawucish'umlilo)

Thembela kuye (Ungena nathi)
Yena yedw'unguSomandla (Ungena nathi)
Kuzona kulezo inkinga zakho (Ungena nathi)
Ye ye ye ye ye (Akawucish'umlilo)

Hai thembela kuye (Ungena nathi)
Aah ngith'ukhona (Ungena nathi)
Hayi akawucish'umlilo (Ungena nathi)
Mbize, mbize (Akawucish'umlilo)

Thembela kuSimakade (Ungena nathi)
Uyangena nawe (Ungena nathi)
Phakath'enkingeni zakho (Ungena nathi)
Ukhon, ukhon, ukhona (Akawucish'umlilo)

Thembela kuye (Ungena nathi)
uJes'uyisimanga (Ungena nathi)
Ukhon, ukhon, ukhon, ukhona (Ungena nathi)
Thembela kuye (Akawucish'umlilo)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Ujesu Ungena Nathi lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the bottom of the smiley
2| symbol to the right of the target
3| symbol at the bottom of the thumbs up
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid