song lyrics / S'fiso Ncwane / Bawo Thixo lyrics  | FRen Français

Bawo Thixo lyrics

Performer S'fiso Ncwane

Bawo Thixo song lyrics by S'fiso Ncwane official

Bawo Thixo is a song in Zulu

Bawo Thixo
Nkosi yami
Ngiyabonga isenzo sakho
Bath' umangel' izindlela zakho??
Zingibonisa ngelizwi lakho
Safika kimi sangibonisa
Ngezenzo zalaph'emhlabeni
Sangitshela ukuthi ngiphile ngcono
Ngikuwe nkosi yami

Uma (Uma ngizifihle Kuwe)
Ngizifihle Kuwe (Baba ngiyazi abukh'unzima)
Abukho Baba (Kuphela kukh'injabulo)
Khuselo (Nokhuselo)

Uma, uma, uma (Uma ngizifihle Kuwe)
Oh Kuwe Baba (Baba ngiyazi abukh'unzima)
Abukho (Kuphela kukhon'injabulo)
Hey (Nokhuselo)

(Ngizonqob'izitha zami)
Oh izitha zami zonke (Ngalo Nkosi igama Lakho)
Ngiyaz'akekh'ongangimela manje (Ngoba lona alihlulwa lutho)
Hey (Linamandla)

Oh ngizonqoba (Ngizonqob'izitha zami)
Oh Baba (Ngalo Nkosi igama Lakho)
Oh Baba (Ngoba lona alihlulwa lutho)
Hey (Linamandla)

Ngob'akekh'ongangithiya mah
Uma sengihamba Nawe
Noma ngikuphi
Ngihamba ngiziqhenya Baba
Ngoba akekh'ongangithiya
Ngamandla kaSathane
Ngoba Wen'ungimele

Ngob'akekh'ongangithiya Baba (Uma ngizifihle Kuwe)
Oh Baba, Baba (Baba ngiyazi abukh'unzima)
Oh aba abukho (Kuphela kukhon'injabulo)
Nokhuselo (Nokhuselo)

Oh Baba uma ngizifihle Kuwe Jesu (Uma ngizifihle Kuwe)
Oh ngiyazi (Baba ngiyazi abukh'unzima)
Hayi, hayi, hayi, hayi (Kuphela kukhon'injabulo)
Hey, hey, hey (Nokhuselo)

Oh mina ngizonqoba (Ngizonqob'izitha zami)
Ngob'izitha zami azinamandla (Ngalo Nkosi igama Lakho)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Bawo Thixo lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the top of the cloud
2| symbol at the top of the eye
3| symbol to the right of the suitcase
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid