song lyrics / S'fiso Ncwane / Wethembekile Baba lyrics  | FRen Français

Wethembekile Baba lyrics

Performer S'fiso Ncwane

Wethembekile Baba song lyrics by S'fiso Ncwane official

Wethembekile Baba is a song in Zulu

Yeah
Hayaya hayaya
Themba lamathemba

Wethembekile Baba (Wethembekile)
Wethembekile Jesu (Wethembekile)
Wethembekile Jehova (Wethembekile)
Wena wedwa Baba (Wena Baba)

Wena wethembekile Baba (Wethembekile)
Wethembekile Jesu (Wethembekile)
Wethembekile Jehovah (Wethembekile)
Hmm (Wena Baba)

Laph'izihlobo nabangani
Kungaselul'ukuthi ngibathembe
Kodwa wena Jesu
Ulithemba lami

Jesu, Jesu, Dwala lami
Kuwe Baba ngiyokhusela
Ukube ngangingakwazi Nkosi yami
Ngab'impilo yami yaba nzima

Ulithemba lami (Wethembekile)
Kuwe Baba ngiyakhusela (Wethembekile)
Wethembekile Jehova (Wethembekile)
Oh yeah (Wena Baba)

Wena Jesu uyithemba lami (Wethembekile)
Wethembekile, wethembekile (Wethembekile)
Wethembekile Simakade (Wethembekile)
Wena Jesu (Wena Baba)

Kuthe nalapho izinto zinginyakazisa (Wethembekile)
Ngakhumbula ukuthi Wena Nkosi ushilo embhalweni Wakho (Wethembekile)
Wathi ngek'uyekele unyawo lwami lushelelele (Wethembekile)
Baba ngiyabonga Jesu (Wena Baba)

Wen'ungithembisile (Wethembekile)
Wathi ngek'ungiyekele (Wethembekile)
Yebo (Wethembekile)
Wethembekile, wethembekile (Wena Baba)
Wena wethembekile

Wethembekile Jesu (Wethembekile)
Wethembekile Jesu (Wethembekile)
Wen'ulithemba lami (Wethembekile)
Nguwe wedwa Nkosi (Wena Baba)

Wena wethembekile Jesu (Wethembekile)
Wethembekile Baba (Wethembekile)
Nguwe wedwa olithemba lami (Wethembekile)
Wena wedwa, wena wedwa (Wethembekile)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Wethembekile Baba lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the right of magnifying glass
2| symbol to the left of the thumbs up
3| symbol to the left of the bulb
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid