song lyrics / S'fiso Ncwane / Ngiyabonga Kuwe Baba lyrics  | FRen Français

Ngiyabonga Kuwe Baba lyrics

Performer S'fiso Ncwane

Ngiyabonga Kuwe Baba song lyrics by S'fiso Ncwane official

Ngiyabonga Kuwe Baba is a song in Zulu

Ayi Baba ngiyabonga (Ngiyabonga kuwe Baba)
Oh hayi Baba ngiyabonga (Ngiyabonga kuwe Baba)
Oh hayi Baba ngiyabonga ke (Ngiyabonga)
Baba ngibonga konke ongenzele kona (Kuwe Baba)

Oh Ayi Baba ngiyabonga ke (Ngiyabonga kuwe Baba)
Ayi ngiyabonga ke Somandla Baba (Ngiyabonga kuwe Baba)
Baba ngibonga umusa wakho (Ngiyabonga kuwe Baba)
Ayi ngiyabonga ke baba yeah! (Ngiyabonga kuwe Baba)

Baba ngibonga konke okuhle ongenzele kona
Baba ngibonge ukungsikelela nokung'vikela Baba
Baba ngibonge ukunginqobela baba kulendlela Baba
Baba ngibonge zonke izinto ongiphe zona

Ngiyabonga mina (Ngiyabonga kuwe Baba)
Ayi Baba ngiyabonga ke (Ngiyabonga kuwe Baba)
Ayi Baba ngiyabonga ke Baba (Ngiyabonga kuwe Baba)
Baba ngibonga zonke izinto ongenzele zona ezinhle
(Ngiyabonga kuwe Baba) oh Baba

Ayi Baba ngiyabonga ke yeah (Ngiyabonga kuwe Baba)

Baba ngibonge ukundlulisa lapho khona kuthiwa akundlulwa (Ngiyabonga)
Baba ngibonge ukungvimbela kwakho izitha zing'mela endlelni (Kuwe baba)
Baba ngibonge ukuthi Baba unginqobele
Kuko konke ukufa enghlangana nako (Ngiyabonga kuwe Baba) he he he

Ayi Baba ngiyabonga ke yeah ((Ngiyabonga kuwe Baba)
Ayi Baba ngiyabonga ke Baba (Ngiyabonga)
Aw akekho ofana nawe (Kuwe Baba)
Baba ngibonge ukuhamba nami Baba ngiyabonga (Ngiyabonga)
Ngiyabonga ke Baba (Kuwe Baba)

Baba ngiyabonga ke Baba (Ngiyabonga kuwe Baba)
(Ngiyabonga kuwe Baba)
(Ngiyabonga kuwe Baba)
Ayi baba ngiyabonga ke Baba yeah (Ngiyabonga)
Baba kumele ngikubonge Somandla (Kuwe Baba)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.
Writers: MXOLISI MFUNDO MHLONGO, SFISO NCWANE
Copyright: Downtown Music Publishing

Comments for Ngiyabonga Kuwe Baba lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the right of the star
2| symbol at the bottom of the padlock
3| symbol to the left of the trash
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid