song lyrics / Masibuyele KuJehova / Yash'iGomora lyrics  | FRen Français

Yash'iGomora lyrics

Performer Masibuyele KuJehova

Yash'iGomora song lyrics by Masibuyele KuJehova official

Yash'iGomora is a song in Zulu

Yash'iGomora neSodoma
Yash'iGomora neSodoma
Yash'iGomora

Kuthe ngenxa yokungcola (Kwathunyelwa)
Kwathunyelwa izithunywa zezulu (Ukuba)
Ukuba ziyokuyibhubhis'iGomora neSodoma

Kuthe ngenxa yokungcola
Kwathunyelwa izithunywa zezulu
Ukuba ziyokuyibhubhis'iGomora neSodoma

Yash'i (Gomora neSodoma)
Kwaphel'abantu (Kwaphel'abantu eGomora)
Yash'i (Gomora neSodoma)
Kwaphel'abantu (Kwaphel'abantu eGomora)

Ingelosi (Yambamba uLothi)
Ngesandla (Yamkhipha)
Nomndeni wakhe (Khona eGomora)

Ingelosi (Yambamba uLothi)
Ngesandla (Yamkhipha)
Nomndeni wakhe (Khona eGomora)

Nkosi yami (Ngisize)
Nami (Ngibambe ngesandla)
Ngingashi khona emlilweni

Nkosi yami (Ngisize)
Ngigisize Jesu (Ngibambe ngesandla)
Ngingashi khona emlilweni

Nkosi yami (Ngisize)
Nami (Ngibambe ngesandla)
Ngingashi khona emlilweni

Jesu wathi (Fundani)
Fundani kimi (Kimina)
Ngimnene (Ngimnene)
Ngithobekile (Ngenhliziyo)

Jesu wathi (Fundani)
Fundani kimi (Kimina)
Ngimnene (Ngimnene)
Ngithobekile (Ngenhliziyo)

Inhliziyo (KaJesu)
Yona (Imnene)
Ngizocasha (Sengizocasha)
Kuyona

Inhliziyo (KaJesu)
Yona yodwa (Imnene)
Ngizocasha (Sengizocasha)
Kuyona

Jesu wami (Ngibambe ngesandla)
Ngesandla (Ngingashi khona emlilweni

Jesu wami (Ngibambe ngesandla)
Ngingashi (Ngingashi khona emlilweni)

Inhliziyo (KaJesu)
Yona (Imnene)
Ngizocasha (Sengizocasha)
Kuyona

Inhliziyo (KaJesu)
Yona (Imnene)
Ngizocasha (Sengizocasha)
Kuyona

Nkosi yami (Ngisize)
Nami (Ngibambe ngesandla)
Ngingashi khona emlilweni

Nkosi yami (Ngisize)
Nami (Ngibambe ngesandla)
Ngingashi khona emlilweni
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Yash'iGomora lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the top of the cross
2| symbol at the top of the smiley
3| symbol to the right of the cloud
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid