song lyrics / Masibuyele KuJehova / Abantu Bonke Nga Bemazi lyrics  | FRen Français

Abantu Bonke Nga Bemazi lyrics

Performer Masibuyele KuJehova

Abantu Bonke Nga Bemazi song lyrics by Masibuyele KuJehova official

Abantu Bonke Nga Bemazi is a song in Zulu

Abantu bonke ngabemazi (Abantu bonke ngabemazi)
Abantu bonke ngabemazi (Abantu bonke ngabemazi)
Abantu bonke ngabemazi (Abantu bonke ngabemazi)
UJesu lo (UJesu lo)

UyiNkosi yamakhosi
UJesu lo undlul'amakhosi wonke
Yebo uyiNkosi yokuthula
Impela nga bemaz'uJesu lo

Ngeny'imini enkulu (Ngeny'imini enkulu)
Ngeny'imini enkulu (Ngeny'imini enkulu)
Ngeny'imini enkulu (Ngeny'imini enkulu)
Lapho sonke (Lapho sonke)

Siyombon'uJesu eza
UJesu ezoland'ibandla lakhe
Yebo bazovum'abakholwayo
Bahlwithwe ba-bahlwithwe emkhathini

Kuyokhala icilongo (Kuyokhala icilongo)
Kuyokhala icilongo (Kuyokhala icilongo)
Kuyokhala icilongo (Kuyokhala icilongo)
Kuyokhanya ke (Kuyokhanya ke)

Maye leyomini mhlobo
Mina ngizomhlangabez'uJesu
Ngoba phela sizombona
uJesu e-ekhanyis'okwelanga

Kuyofik'isikhathi sokumangala
Kuyofik'isikhathi sokumangala
Kuyofik'isikhathi sokumangala
Kwezingelosi eZulwini

Kuyomangalisa eZulwini (Kuyomangalisa)
Selingenile ibandla likaJesu (Kuyomangalisa)
Kuyophakama (Kuyomangalisa)
Izidalwa kuphakame izingelosi (Kuyomangalisa)
Kuyomangalis'ezulwini

Kuyomangalisa kuyo (Kuyomangalisa)
Mangalis'ezulwini (Kuyomangalisa)
Sesingenile ekhaya noJesu (Kuyomangalisa)
Siyobe sihleli phansi (Kuyomangalisa)
Sisul'izinyembezi (Kuyomangalisa)
Kuyomangalis'ezulwini

Kuyohlatshelelw'eZulwini (Kuyohlatshelelwa)
Selingene iwundlu nomakoti (Kuyohlatshelelwa)
Kungako siqala lapha thina (Kuyomangalisa)
Sifun'ukuhlabelela (Kuyohlatshelelwa)
Kuyohlatshelelw'ezulwini

Kuyohlatshelelwa kuyo (Kuyohlatshelelwa)
Hlatshelelw'eZulwini (Kuyohlatshelelwa)
Selingenile ibandla noJesu(Kuyohlatshelelwa)
Kungako siqala lana ukuhlabelela (Kuyohlatshelelwa)
Ngob'ekhaya (Kuyohlatshelelw'ezulwini)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Abantu Bonke Nga Bemazi lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the bottom of the cloud
2| symbol to the left of magnifying glass
3| symbol at the bottom of the thumbs up
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid