song lyrics / Masibuyele KuJehova / Ngiyabonga Nkosi lyrics  | FRen Français

Ngiyabonga Nkosi lyrics

Performer Masibuyele KuJehova

Ngiyabonga Nkosi song lyrics by Masibuyele KuJehova official

Ngiyabonga Nkosi is a song in Zulu

Ngiyabonga Nkosi yami
Ngokuvul'amehlo ami
Ngizibon'izono zam
Ngisaphila emhlabeni

Ngangikade ngisebubini
Ngihamb'ebumnyameni
Ukufa kungizingela
Wangihlenga Mfeli wami

Ngangihlala ngilusizi mina
Injabulo ikude nami le
Kodwa Jesu wam, wangihawukela
Wathwal'ihlazo lam

Ngiziletha (Ngiziletha Kuwe)
Futhi (Ngizifihla Kuwe)
Mina ngohamba Nawe (Ngohamba Nawe)
Ngohamba Nawe (Imihla yonke yam)

Akakho (Akho omunye)
Mina (Engimethembayo)
Ngokuthanda njalo Baba (Ngokukhonza njalo)
Khonza njalo (Ngisasemhlabeni)

Isikhathi siyadlula
Nezihlobo ziyaphela
Kodwa wena umi nam
UyiNqaba yami la

Sengizwile Baba wami
Izwi Lakho elimnandi
Ngiyavum'izono zam
Ngiza Kuwe Mhlengi wam

Ngiziletha (Ngiziletha Kuwe)
Futhi (Ngizifihla Kuwe)
Mina ngohamba Nawe (Ngohamba Nawe)
Ngohamba Nawe (Imihla yonke yam)

Hayi akakho (Akho omunye)
Mina (Engimethembayo)
Ngokuthanda njalo Baba (Ngokukhonza njalo)
Khonza njalo (Ngisasemhlabeni)

Ngangihlala ngilusizi mina
Injabulo ikude nami le
Kodwa Jesu wam wangihawukela
Wathwal'ihlazo lam

Ngiziletha (Ngiziletha Kuwe)
Futhi (Ngizifihla Kuwe)
Mina ngohamba Nawe Baba (Ngohamba Nawe)
Ngohamba Nawe (Imihla yonke yam)

Akakho (Akho omunye)
Mina (Engimethembayo)
Ngokuthanda njalo Baba (Ngokukhonza njalo)
Khonza njalo (Ngisasemhlabeni)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Ngiyabonga Nkosi lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the right of the envelope
2| symbol at the bottom of the smiley
3| symbol to the right of magnifying glass
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid