song lyrics / ZiPheko / Abafundi Bamanga lyrics  | FRen Français

Abafundi Bamanga lyrics

Performer ZiPheko

Abafundi Bamanga song lyrics by ZiPheko official

Abafundi Bamanga is a song in Zulu

We ma me, ma ma ma!
We ma me, ma ma ma!
We ma me, ma ma ma!
We ma me, ma ma ma!
We ma me, ma ma ma!
We ma me, ma ma ma!
We ma me, ma ma ma!
We ma me, ma ma ma!

Izinto azisa fani nakudala, ukholo selu phenduka amanga.
Thixo thumela indodana, igeze lezono zo mhlaba.
Umthandazo wami we mihla lona, uvalo lungi shaya le mihla yonke.
Usatane uphenduke uthisha hooo!
Iyidakamiso ziphenduka imfashino nooo!
Nakhu zibuba sibhekile!
Ziyashona ingane sibhekile!
Abafazi ba dlwengulwa sibhekile.
Iphakethe lika mfundisi likhehlile.

We ma me! We ma me ma ma ma!
Abazi ukuthi ingcwadi enkulu ithi ""huyena yedwa""?
(Hu yena yedwa yena yedwa)
Wa dala izulu no mhlaba, uDam no Eve(a).
Abafundisa bamanga ba khohlisa abantu.
Abafundi bamanga bakhohlisa abantu.

uMhlaba uyabhubha mama, kunzima ukuphila kulelizwe ubuntu abukho.
Bakhohlisa abantu ngo mdali, iqiniso alikho.
Uthando alukho, na mhlanje ngiyaphila somandla ngiyabonga hi msebenzi yakho.
Ngithembela Kuwe somandla, ngiyazi akekho omunye.
Usatane ukhona emhlabeni, abafundisi bamanga.
Imali ilimaza abantu, imali ilimaza abantu!
Us'thathaphi isibindi soku khohlisa abantu nge ngcwadi enkulu enamandla?
(Oh hooo hooo)

We ma me! We ma me ma ma ma!
Abazi ukuthi ingcwadi enkulu ithi ""huyena yedwa""?
(Hu yena yedwa yena yedwa)
Wa dala izulu no mhlaba, uDam no Eve(a).
(Adam no Eve(a) no Eve(a))
Abafundisa bamanga ba khohlisa abantu.
(Ohhh ohhh! Ba khohlisa abantu)
Abafundi bamanga bakhohlisa abantu.

We ma me! We ma me ma ma ma!
Abazi ukuthi ingcwadi enkulu ithi ""huyena yedwa""?
(Hu yena yedwa yena yedwa)
Wa dala izulu no mhlaba, uDam no Eve(a).
(Adam no Eve(a) no Eve(a))
Abafundisa bamanga ba khohlisa abantu.
(Ohhh ohhh! Ba khohlisa abantu nge mpela)
Abafundi bamanga bakhohlisa abantu.



We ma me! We ma me ma ma ma!
Abazi ukuthi ingcwadi enkulu ithi ""huyena yedwa""?
Wa dala izulu no mhlaba, uDam no Eve(a).
Abafundisa bamanga ba khohlisa abantu.
Abafundi bamanga bakhohlisa abantu.

We ma me!
Abazi ukuthi ingcwadi enkulu ithi ""huyena yedwa""?
Wa dala izulu no mhlaba, uDam no Eve(a).
Abafundisa bamanga ba khohlisa abantu.
Abafundi bamanga bakhohlisa abantu.
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.
Writers: BHEKI NELSON TSHABALALA, RIVONINGO MTHOMBENI, SANDILE SIMELANE, SIPHO EUGENE LEKGANYANE, THABO MOTAUNG, VHONANI TSHIKHUDO
Copyright: Songtrust Ave

Comments for Abafundi Bamanga lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the right of magnifying glass
2| symbol to the left of the clock
3| symbol to the left of the trash
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid