song lyrics / ZiPheko / Umkhuleko (Prayer) lyrics  | FRen Français

Umkhuleko (Prayer) lyrics

Performer ZiPheko

Umkhuleko (Prayer) song lyrics by ZiPheko official

Umkhuleko (Prayer) is a song in Zulu

Weh baba ngiya shweleza
Weh baba ngiya shweleza
Weh baba ngiya shweleza
Weh baba ngiya shweleza

Solokho ng'fika lana ek'seni
Ayi xabene mfethu, ayi xabene mfethu
Solokho ng'lind'imoto ek'seni
Ng'qel'ungifake mfethu
Ng'qel'ungifake mfethu
Hama gham'we ndod'endala

Lawa elokho ihamb'ifunana no m'sebenzi
Le ndod'endala ehamb'incgenga umntan'omcan
Ukuthi ngizo sebenzela iphalishi
Hama gham'we ndod'endala

Lawa elokho ihamb'ifunana no m'sebenzi
Le ndod'endala ehamb'incgenga umntan'omcane
Ukuthi ngizo sebenzela iphalishi

Baba ngiya khuleka, ngiya shweleza
Baning'abathol'izinto zabo kodwa ezami zifika nini?
Oh baba ngiya khuleka, ngiya shweleza
Baning'abathol'izinto zabo kodwa ezami zifika nini?

Thixo oh oh wase mandulo
Hithi laba izingane zakho
Izwe libi kwa bantsundu
Lalel'imithandazo yethu

Nkosi sikelela iAfrica
Maluphakanyis'uphondo lwayo
Yizwa imithandazo yethu
Nko oh, oh, oh, si

Oh Baba ngiya khuleka, ngiya shweleza
Baning'abathol'izinto zabo kodwa ezami zifika nini?
Oh Baba ngiya khuleka, ngiya shweleza
Baning'abathol'izinto zabo kodwa ezami zifika nini?

Oh Baba ngiya khuleka, ngiya shweleza

Khawuleza oh, oh, oh!
Lalel'imithandazo yethu
Nkosi sikelela iAfrica
Maluphakanyis'uphondo lwayo

Yizwa imithandazo yethu, nko oh, oh, oh, si

Oh Baba ngiya khuleka, ngiya shwelez
Baning'abathol'izinto zabo kodwa ezami zifika nini?
Oh Baba ngiya khuleka, ngiya shweleza

Baning'abathol'izinto zabo kodwa ezami zifika nini?
Oh Baba ngiya khuleka, ngiya shweleza
Baning'abathol'izinto zabo kodwa ezami zifika nini?
Oh Baba ngiya khuleka, ngiya shweleza
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.
Writers: RIVONINGO MTHOMBENI, SIZAKELE MITCHELLE NYELETI NKOSI
Copyright: Downtown Music Publishing, Songtrust Ave

Comments for Umkhuleko (Prayer) lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the left of the star
2| symbol to the right of the padlock
3| symbol to the left of the bulb
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid