song lyrics / Sipho Makhabane / Amahlazo lyrics  | FRen Français

Amahlazo lyrics

Performer Sipho Makhabane

Amahlazo song lyrics by Sipho Makhabane official

Amahlazo is a song in Zulu

Uyabheka uJehova umhlaba wakhe konakele
Uyakhathazeka (Ngenxa yamahlazo agcwel'umhlaba wonke)
Ngenxa yamahlazo (Ngenxa yamahlazo agcwel'umhlaba wonke)

Uyakhathazeka uBaba ehleli emaZulwini
Ubhek'emhlabeni konakele (Ngenxa yamahlazo agcwel'umhlaba wonke)
Sibulalana sodwa (Ngenxa yamahlazo agcwel'umhlaba wonke)

uJesu uvez'amanxeba
Uyakhala uthi ngabafela (Bona bangabami ngabafela)
Enyuk'icalvary uthi laba (Bona bangabami ngabafela)
Wasifel'esiphambanweni (Bona bangabami ngabafela)

Wenyuk'iCalvary (Bona bangabami ngabafela)
Awu bhek'amanxeba ezandleni (Bona bangabami ngabafela)
Awu bhek'ohlangothini (Bona bangabami ngabafela)
Ngizonyuka nabo Jehova (Bona bangabami ngabafela)

Awu bhek'amanxeba ami (Bona bangabami ngabafela)
Ngahlawul'icala labo (Bona bangabami ngabafela)
Ngabathwal'esiphambanweni (Bona bangabami ngabafela)
Ngalihlawul'icala labo (Bona bangabami ngabafela)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Amahlazo lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the left of the cross
2| symbol at the bottom of the smiley
3| symbol to the left of the camera
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid