song lyrics / Sipho Makhabane / Calvary lyrics  | FRen Français

Calvary lyrics

Performer Sipho Makhabane

Calvary song lyrics by Sipho Makhabane official

Calvary is a song in Zulu

Weh Jesu ngakubon'eCalvary (UJesu wangifela khona)
(Wathethelela izono zami)
O mina ngakubon'ulenga emthini (UJesu wangifela khona)
(Wathethelela izono zami)

Sengonile kakhulu emhlabeni (UJesu wangifela khona)
Wangifela wena bo (Wathethelela izono zami)
Sengihlanziw'ezonweni (UJesu wangifela khona)
Wangifela wena (Wathethelela izono zami)

Sengibon'amanxeb'ezandleni (UJesu wangifela khona)
Wena Baba wathethelela (Wathethelela izono zami)
Sengihamba ngikhululekile (UJesu wangifela khona)
Wangifela khona (Wathethelela izono zami)

Ha ha (uJesu wangifela khona)
Calvary (Wathethelela izono zami)
Sengithethelelw'izono (UJesu wangifela khona)
Wangifela khona, wathethelela (Wathethelela izono zami)

Msindisi ngakubon'eCalvary (UJesu wangifela khona)
(Wathethelela izono zami)
Weh Jesu ngakubona mina (UJesu wangifela khona)
(Wathethelela izono zami)

Ngiyabonga Baba wami (UJesu wangifela khona)
Wangifela wena (Wathethelela izono zami)
Ngiyajabula mina ngoba (UJesu wangifela khona)
Wangifela wena, wathethelela (Wathethelela izono zami)

Ngangonakele kakhulu emhlabeni (UJesu wangifela khona)
Wangifela wena, wathethelela (Wathethelela izono zami)

Sengikhululekile (UJesu wangifela khona)
Wangifela uBaba wami, wathethelela (Wathethelela izono zami)
Sengigezwe egazini (UJesu wangifela khona)
Wangifela yena, wathethelela (Wathethelela izono zami)

Ingwenyama ngayibon'emthini (UJesu wangifela khona)
Wangifela wena, wathethelela (Wathethelela izono zami)
Ngiyajabula mina ngoba (UJesu wangifela khona)
Wangifela wena, wathethelela (Wathethelela izono zami)

Sengiyabonga Baba wami (UJesu wangifela khona)
Ngiyabonga Baba ngokungithethela (Wathethelela izono zami)
Sengikhululekile (UJesu wangifela khona)
Wangifela wena, wathethelela (Wathethelela izono zami)

Ha ha (UJesu wangifela khona)
Ngiyabonga Baba ngokungithethela (Wathethelela izono zami)
Sengikhululekile mina (UJesu wangifela khona)
Wangifela wena (Wathethelela izono zami)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Calvary lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the top of magnifying glass
2| symbol at the top of the calculator
3| symbol at the top of the envelope
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid