Isiginci (feat. Big Zulu) is a song in Zulu
Ushuni weNkabi
Shwele
Kukhal' is'ginci sakh' enhlizwen' yami
Um' usumamatheka ngivele ng'zule
Ndibon' ubuhle bakho
Ikhanda l'zule
Kodwa k'vele kuthi "hu"
Uma ng'cabanga ng'thand' intomb' entle kangaka
Sendicabangile
Bona ngiyosebenza
Wangenz' umuntu
Ungibona mna nd'yak'thanda
Wangenz' umuntu
Ungibona mna nd'yak'thanda
Khaw'tshel' umama nobab' iinkomo zikhona
Sengishoda ngawe s'thandwa sami ng'be yindoda
Akekh' omuny' onothand' olunjena
Nguwe wedwa s'thandwa sam' entlizweni yami
Anginamali futh' anginakari
Kodw' uthando lwami luhlala luhlezi kuwe
Ingakho ngithi k'khal' esakh' is'ginci entlizweni yami
Nenqondo yam' ihlal' icinga ngawe
Kukhal' sakh' is'ginci sakh' entlizweni yami
Um' usumamatheka ngivele ng'zule
Ndibon' ubuhle bakho
Ikhanda l'zule
Kodwa k'vele kuthi "hu"
Uma ng'cabanga ng'thand' intomb' entle kangaka
Sendicabangile
Bona ngiyosebenza
Wangenz' umuntu
Ungibona mna nd'yak'thanda
Wangenz' umuntu
Ungibona mna nd'yak'thanda
Ushuni weNkabi
Gegelagege nengena nkom' iyayidl' inyama
Sey'zal' abantu kodwa sey'qom' i'inyamazane
Ay'na bhaskidi
Ikhuz' emaketh' iy's'phalaphala
Hhawu ndon' yamanz' ang'namagama
Bathi mntanomuntu uyaz' 'ma ngik'bheka kuthi "hu"
Inhliziy' igcwal' uthando ivele ishaye ithi "gu"
Shhh ungay'tshel' abant', ungayithi "vu"
As'khohlwe oNondaba, 'ma bekhulum' akuthi "shu"
Ngilosi yami
Hhaw', Thembalami bambolwami
Mntanomuntu sponono sam U-Lovie wami
Sweetie wami
Nhliziyo yami uDali wami
Ng'ngak'biza ngawo wonk', uthanda liphi, Nkanyezi yami?
Imizwilili
Inhliziyo yam' ikhal' is'ginci
Usizwe wena wedwa "'nci, 'nci, 'nci" asiy'bhimbi
My heartbeat
Uyazi wen' k'thand' is'Ngisi
Ushun' weNkabi i-rap
Woza Mduduzi ak'khal' is'ginci
Kukhal' is'ginci sakh' enhlizwen' yami
Um' usumamatheka ngivele ng'zule
Ndibon' ubuhle bakho
Ikhanda l'zule
Kodwa k'vele kuthi hu
Uma ng'cabanga ng'thand' intomb' entle kangaka
Sendicabangile
Bona ngiyosebenza
Wangenz' umuntu
Ungibona mna nd'yak'thanda
Wangenz' umuntu
Ungibona mna nd'yak'thanda
Uyakhumbula ngiqal' ukuk'bona
Intliziyo yagcwal' injabulo
Yathi nguye lo umaqondana wami
Ngijabule, ngijabule
Intliziyo yam' ihlala ik'khumbule
S'thandwa sami, nguw' ithemba lami
Kukhal' is'ginci sakh' enhlizwen' yami
Um' usumamatheka ngivele ng'zule
Ndibon' ubuhle bakho
Ikhanda l'zule
Kodwa k'vele kuthi "hu"
Uma ng'cabanga ng'thand' intomb' entle kangaka
Sendicabangile
Bona ngiyosebenza
Wangenz' umuntu
Ungibona mna nd'yak'thanda
Wangenz' umuntu
Ungibona mna nd'yak'thanda
Wamuhl' umntanomuntu
Yayintl' ingan' yabantu
Uzalwa ngubani
Kuvele kuthi hu
Wen' uthokozis' intliziyo yami
Kuvele kuthi "hu"
Undibona mna ngiyak'thanda