song lyrics / Mduduzi / Iminyaka lyrics  | FRen Français

Iminyaka lyrics

Performer Mduduzi

Iminyaka song lyrics by Mduduzi official

Iminyaka is a song in Zulu

Dali sekupheliminyaka
Hlale ngibala nezinyanga
Angithi wena ngiyakukhumbula
Sthandwa cela ubuye makhaya
Ngoba phela mina ngiyoli wela ulwandle
Ngifuna ukubona ubuso bakho

Dali wami dali wami
Sthandwa sami ungowami
Dali wami dali wami
Sthandwa sami ungowami

Dali kunekhaya lapha kuwe
Imfudumalo lapho ikuwe
Ayi nsuku zonke phela eyi ngiyakukhumbula
Sithandwa angisakwazi nokuhlala
Ndhlale ngicinga ngawe sthandwa
Nhliziyo yami phela eyi iyakukhumbula
Noma ngabe nini thando lwami kuwe
Dali wami uthando lwami luphila ngaphakathi
Zungangilibali sisuka kude dali mina nawe sohlala sithandana

Dali sekupheliminyaja
Hlale ngibala nezinyanga
Angithi phela mina wena ngiyakukhumbula
Sthandwa cela ubuye makhaya
Ngoba phela mina ngiyoli wela ulwandle
Ngifuna ukubona ubuso bakho
Dali wami dali wami
Sthandwa sami ungowami
Dali wami dali wami
Sthandwa sami ungowami

Sengikhathele mina hlale lindile dali (Send'kha sendikhathele)
Ngizothatha imithwalo yami ngibheke kuwe dali my love
Ndifuna ukubona udali ngihlaleduze kwakho aaah
Dali wami ndiyakukhumbula nhliziyo yami soze yashitsha
Khumbula wathi angolinda sekupheli minyaka lokhe ngiyalinda
Zungixolele ngokwakho ukubalisa khumbula uthando lwakho my dali

Dali sekupheliminyaka
Hlale ngibala nezinyanga
Angithi wena ngiyakukhumbula
Sthandwa cela ubuye makhaya
Ngoba phela mina ngiyoli wela ulwandle
Ngifuna ukubona ubuso bakho

Dali wami dali wami
Sthandwa sami ungowami
Dali wami dali wami
Sthandwa sami ungowami
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Iminyaka lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the bottom of the thumbs up
2| symbol to the left of the padlock
3| symbol to the right of the bulb
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid