song lyrics / Bhekumuzi Luthuli / Uyodela Makwenzenjani lyrics  | FRen Français

Uyodela Makwenzenjani lyrics

Performer Bhekumuzi Luthuli

Uyodela Makwenzenjani song lyrics by Bhekumuzi Luthuli official

Uyodela Makwenzenjani is a song in Zulu

Weh mthakathi kanti yini na?
Uyodela uma sekwenze njani
Weh mthakathi kanti yini na?
Uyodela uma sekwenze njani

Kuze kube manje awukaboni
Ukuthi angiyen'owakho
NgingokaSomandla mina

Kuze kube manje awukaboni
Ukuthi angiyen'owakho
NgingokaSomandla mina

Ngithi kuba kuya ngawe
Oh mina ngab'angisekho emhlabeni
Ngithi kuba kuya ngawe
Oh mina ngab'angisekho kulomhlaba

Kodwa uyowavuma kanjani lamacala
Mhla ekubuz'uBaba
Uyob'uwedwa kuphela

Kodwa uyowavuma kanjani lamacala
Mhla ekubuz'uBaba
Yho kuyobe kunzima

Kodwa uyowavuma kanjani lamacala
Mhla ekubuz'uSomandla
Uyob'uwedwa noSomandla

Kodwa uyowavuma kanjani lamacala
Mhla ekubuz'uSomandla
Yho kuyobe kunzima
Kodwa uyowavuma kanjani lamacala

Weh mthakathi kanti yini na?
Uyodela uma sekwenze njani
Weh mthakathi kanti yini na?
Uyodela uma sekwenze njani

Kodw'awukaboni nanamhlanje
Ukuthi angiyen'owakho
NgingokaSomandla mina
NgingokaSomandla mina

Sobe sinawe mhla uvum'izono (Aw mina angiyen'owakho)
Sobe sinawe mhla uvum'izono (Aw mina angiyen'owakho)
Sobe sinawe mhla uvum'izono (Ubaba wami nguSomandla)
Ngob'ikhaya lethu linye nje (Aw mina angiyen'owakho)

Sobe sinawe mhla uvum'izono (Vum'isono angiyen'owakho)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Uyodela Makwenzenjani lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the top of the padlock
2| symbol at the top of the target
3| symbol to the left of the heart
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid