paroles de chanson / Bhekumuzi Luthuli parole / Uyodela Makwenzenjani lyrics  | ENin English

Paroles de Uyodela Makwenzenjani

Interprète Bhekumuzi Luthuli

Paroles de la chanson Uyodela Makwenzenjani par Bhekumuzi Luthuli lyrics officiel

Uyodela Makwenzenjani est une chanson en Zoulou

Weh mthakathi kanti yini na?
Uyodela uma sekwenze njani
Weh mthakathi kanti yini na?
Uyodela uma sekwenze njani

Kuze kube manje awukaboni
Ukuthi angiyen'owakho
NgingokaSomandla mina

Kuze kube manje awukaboni
Ukuthi angiyen'owakho
NgingokaSomandla mina

Ngithi kuba kuya ngawe
Oh mina ngab'angisekho emhlabeni
Ngithi kuba kuya ngawe
Oh mina ngab'angisekho kulomhlaba

Kodwa uyowavuma kanjani lamacala
Mhla ekubuz'uBaba
Uyob'uwedwa kuphela

Kodwa uyowavuma kanjani lamacala
Mhla ekubuz'uBaba
Yho kuyobe kunzima

Kodwa uyowavuma kanjani lamacala
Mhla ekubuz'uSomandla
Uyob'uwedwa noSomandla

Kodwa uyowavuma kanjani lamacala
Mhla ekubuz'uSomandla
Yho kuyobe kunzima
Kodwa uyowavuma kanjani lamacala

Weh mthakathi kanti yini na?
Uyodela uma sekwenze njani
Weh mthakathi kanti yini na?
Uyodela uma sekwenze njani

Kodw'awukaboni nanamhlanje
Ukuthi angiyen'owakho
NgingokaSomandla mina
NgingokaSomandla mina

Sobe sinawe mhla uvum'izono (Aw mina angiyen'owakho)
Sobe sinawe mhla uvum'izono (Aw mina angiyen'owakho)
Sobe sinawe mhla uvum'izono (Ubaba wami nguSomandla)
Ngob'ikhaya lethu linye nje (Aw mina angiyen'owakho)

Sobe sinawe mhla uvum'izono (Vum'isono angiyen'owakho)
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Uyodela Makwenzenjani

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole à gauche du pouce en l'air
2| symbole en bas de l'horloge
3| symbole en haut de l'oeil
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid