song lyrics / Bhekumuzi Luthuli / Wona Mkhu lyrics  | FRen Français

Wona Mkhu lyrics

Performer Bhekumuzi Luthuli

Wona Mkhu song lyrics by Bhekumuzi Luthuli official

Wona Mkhu is a song in Zulu

Nant'usizi woh yeh
Nant'usizi woh yeh
Nant'usizi woh yeh

Oh ngithwele kanzima ngisemncane madoda
Sengingqamene nenkalo zonkana
Akasabelanga kodw'uSomandla ubengaphi na?
Oh yeah

Woza, woza Mkhululi wami
Nguwe, nguwe oyongithul'izono
Oh Baba nguw'oyongethul'izono

Woza, woza Mkhululi wami
Nguwe, nguwe oyongithul'izono
Oh Baba nguw'oyongethul'izono

Woza, woza Mkhululi wami
Nguwe, nguwe oyongithul'izono
Oh ngithwele kanzima ngisemncane madoda

Nant'usizi woh yeh
Nant'usizi woh yeh
Oh ngithwele kanzima ngisemncane madoda
Oh ngithwele kanzima ngisemncane ngamenz'ubaba

Sengingqamene nenkalo zonkana
Ngibiz'uSomandla
Sengingqamene nenkalo zonkana
Akasabelanga kodw'uSomandla uye ngaphi na?
Oh yeah

Woza, woza Mkhululi wami
Nguwe, nguwe oyongithul'izono
Oh Baba woz'ungethul'izono

Woza, woza Mkhululi wami
Nguwe, nguwe oyongithul'izono
Oh Baba woz'ungethul'izono

Woza, woza Mkhululi wami
Nguwe, nguwe oyongithul'izono
Oh ngithwele kanzima ngisemncane madoda

Nguye ongethul'izono
Oh ngithwele kanzima ngisemncane madoda
Ngoba Nguye ongethul'izono
Oh ngithwele kanzima ngisemncane madoda
Ngoba Nguye ongethul'izono
Oh ngithwele kanzima ngisemncane madoda
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Wona Mkhu lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the top of the clock
2| symbol at the top of the heart
3| symbol at the bottom of the smiley
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid