S'qhuba Izinkomo est une chanson en Zoulou
Angikaze ngizekele umuntu lendaba
Ngish'umama wezingane zami engihlale ngihleli naye
Ang'kaze ngimxoxele akayazi
Angikaze ngizekele umuntu lendaba
Ngish'umama wezingane zami engihlale ngihleli naye
Ang'kaze ngimxoxele akayazi
Angikaze ngizekele umuntu lendaba
Iyangithukuthelisa
Iyangihlukumeza
Babeqonde ukungihluphekisa
Umhlaba bese uyanghlolisa
Iyangithukuthelisa
Iyangihlukumeza
Babeqonde ukungihluphekisa
Umhlaba bese uyanghlolisa
Kwangena amadoda ayemathathu
Ephethe zibhamu ngezandla
Badubula abazali bami
Ngephutha kwawa isikhiye semoto womunye wabo
Kwangena amadoda ayemathathu
Ephethe zibhamu ngezandla
Badubula abazali bami
Ngephutha kwawa isikhiye semoto womunye wabo
Kwangena amadoda ayemathathu
Ephethe zibhamu ngezandla
Badubula abazali bami
Ngephutha kwawa isikhiye semoto womunye wabo
Angikaze ngizekele umuntu lendaba
Iyangithukuthelisa
Iyangihlukumeza
Babeqonde ukungihluphekisa
Umhlaba bese uyanghlolisa
S'qhuba izinkomo nomfana wakwamakhelwane
S'qhub'izinkomo nomfana wakwamakhelwane
Wangitshela ukuthi ubaba wakhe akayile emsebenzini
Wangitshela ukuthi ubaba wakhe akayile emsebenzini
Ulahl' isikhiye semoto yakhe
Uthe singatsheli muntu
Ulahle isikhiye semoto yakhe
Uthe s'ngatsheli muntu
S'qhub'izinkomo nomfana wakwamakhelwane
S'qhub'izinkomo nomfana wakwamakhelwane
Wangtshela ukuthi ubaba wakhe akayile emsebenzini
Wangtshela ukuthi ubaba wakhe akayile emsebenzini
Ulahle isikhiye semoto yakhe
Uthe singatsheli muntu
Ulahle isikhiye semoto yakhe
Uthe singaxoxeli muntu
S'qhub'izinkomo nomfana wakwamakhelwane.
Ngish'umama wezingane zami engihlale ngihleli naye
Ang'kaze ngimxoxele akayazi
Angikaze ngizekele umuntu lendaba
Iyangithukuthelisa
Iyangihlukumeza
Babeqonde ukungihluphekisa
Umhlaba bese uyanghlolisa
Iyangithukuthelisa
Iyangihlukimeza
Babeqonde ukungihluphekisa
Umhlaba bese uyanghlolisa
Namuhla ngibhadlile ejele
Ngsebenzis'isbhamu
Ukuze ngilale ngidlile
Nganginomama owayengfundisi iskole
Namuhla ngibhadlile ejele
Ngsebenzis'isbhamu
Ukuze ngilale ngidlile
Nganginobaba owayengfundisi isikole
Namuhla ngibhadlile ejele
Ngsebenzis'isbhamu
Ukuze ngilale ngidlile
Nganginomama owayengfundisi isikole
Nganginobaba owayengfundisi isikole
Nganginomama owayengfundisi isikole
Nganginobaba owayengfundisi isikole
Namuhla ngibhadlile ejele
Kwangena amadoda ayemathathu
Ephethe zibhamu ngezandla
Adubula abazali bami
Ngephutha kwawa isikhiye semoto womunye wabo
S'qhub'izinkomo nomfana wakwamakhelwane
Wangtshela ukuthi ubaba wakhe akayile emsebenzini, ulahlizikhiye zemoto