paroles de chanson / Amaswazi Emvelo parole / Izintaba Azihlangani lyrics  | ENin English

Paroles de Izintaba Azihlangani

Interprète Amaswazi Emvelo

Paroles de la chanson Izintaba Azihlangani par Amaswazi Emvelo lyrics officiel

Izintaba Azihlangani est une chanson en Zoulou

Ukuhamba ukubona
Ukuhamba ukubona
Bengimenyiwe le emshadweni kaKhumalo
Wafik'uNgubane kimi
Wabolek'ibhayisikili lami
Wahamba wadliwa izintaba

Izintab'azihlangani kodwa abantu
Weh Ngubane (Bayahlangana)
Ngubane
Izintab'azihlangani kodwa abantu
Bona ke (Bayahlangana)
Izintab'azihlangani kodwa abantu
Bona ke (Bayahlangana)

Izintaba
Kazihlangani kodwa abantu bayahlangana
Izintaba
Kazihlangani kodwa abantu bayahlangana
Izintaba
Kazihlangani kodwa abantu bayahlangana

Wokhumbul'ukuthi unyawo
Lona lodwa (Alunampumulo)
Wokhumbul'ukuthi unyawo
Lona lodwa (Alunampumulo)

Ngoba liyokufaka
Unyawo lakho (La kukhona isitha sakho)
Ngoba liyokufaka lona
Unyawo lakho lolu (La kukhona isitha sakho)

Ungabokwenz'okubi kimi
Ucabang'ukuthi angekhe siphinde sibonane
Siyobonana nawe
Uma sisaphila

Ungabokwenz'okubi kimi
Ucabang'ukuthi angekhe siphinde sibonane
Siyobonana nawe
Uma sisaphila

Ungabokwenz'okubi kimi
Ucabang'ukuthi angekhe siphinde sibonane
Siyobonana nawe
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Izintaba Azihlangani

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole à gauche de l'étoile
2| symbole à droite de l'horloge
3| symbole à gauche du nuage
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid