paroles de chanson / Amaswazi Emvelo parole / Ikhala Ngapha Nangapha lyrics  | ENin English

Paroles de Ikhala Ngapha Nangapha

Interprète Amaswazi Emvelo

Paroles de la chanson Ikhala Ngapha Nangapha par Amaswazi Emvelo lyrics officiel

Ikhala Ngapha Nangapha est une chanson en langue indéterminée

Ikhala ngapha nangapha
Ikhala ngapha ngapha nangapha
Oh nangapha
Oh insimbi yamasonto

Ikhala ngapha nangapha
Ikhala ngapha ngapha nangapha
Shwele Nkosi yami
Oh insimbi yamasonto

Ikhala ngapha nangapha
Ikhala ngapha ngapha nangapha
Oh nangapha
Oh insimbi yamasonto

Kodwa asiyilaleli
Kodwa asiyilaleli
Kodwa asiyilalel'imithetho yamasonto

Kodwa asiyilaleli thina
Kodwa asiyilaleli
Kodwa asiyilalel'imithetho yamasonto

Abadala baya len'esontweni
Kodwa thina siya lena

Amagug'alelizwe ayophela na (Abadala baya len'esontweni)
Nenkanuko zomhlaba ziyaphela madoda (Kodwa thina siya lena)
Amagug'alomhlaba azophela (Abadala baya len'esontweni)
Nenkanuko zomhlaba (Kodwa thina siya lena)

Shwele baba (Abadala baya len'esontweni)
(Kodwa thina siya lena)

Okungcono (Okungcono masiguqe sithandaze)
Ngob'asiyaz'int'esiyenzayo
Okungcono madoda (Okungcono masiguqe sithandaze)
Ngob'asiyaz'int'esiyenzayo
Okungcono Nkosi yami (Okungcono masiguqe sithandaze)
Sithandaz'uMdzali wezulu nomhlaba (Ngob'asiyaz'int'esiyenzayo)

Ow shwele baba, shwele baba (Okungcono masiguqe sithandaze)
Aw shwele Somandla (Ngob'asiyaz'int'esiyenzayo)

Ikhala ngapha nangapha
Ikhala ngapha ngapha nangapha
Oh nangapha
Oh insimbi yamasonto

Ikhala ngapha nangapha woh
Ikhala ngapha ngapha nangapha
Oh nangapha
Oh insimbi yamasonto
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Ikhala Ngapha Nangapha

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole en haut de la poubelle
2| symbole à droite du coeur
3| symbole à droite du cadenas
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid