song lyrics / Amaswazi Emvelo / Izintaba Azihlangani lyrics  | FRen Français

Izintaba Azihlangani lyrics

Performer Amaswazi Emvelo

Izintaba Azihlangani song lyrics by Amaswazi Emvelo official

Izintaba Azihlangani is a song in Zulu

Ukuhamba ukubona
Ukuhamba ukubona
Bengimenyiwe le emshadweni kaKhumalo
Wafik'uNgubane kimi
Wabolek'ibhayisikili lami
Wahamba wadliwa izintaba

Izintab'azihlangani kodwa abantu
Weh Ngubane (Bayahlangana)
Ngubane
Izintab'azihlangani kodwa abantu
Bona ke (Bayahlangana)
Izintab'azihlangani kodwa abantu
Bona ke (Bayahlangana)

Izintaba
Kazihlangani kodwa abantu bayahlangana
Izintaba
Kazihlangani kodwa abantu bayahlangana
Izintaba
Kazihlangani kodwa abantu bayahlangana

Wokhumbul'ukuthi unyawo
Lona lodwa (Alunampumulo)
Wokhumbul'ukuthi unyawo
Lona lodwa (Alunampumulo)

Ngoba liyokufaka
Unyawo lakho (La kukhona isitha sakho)
Ngoba liyokufaka lona
Unyawo lakho lolu (La kukhona isitha sakho)

Ungabokwenz'okubi kimi
Ucabang'ukuthi angekhe siphinde sibonane
Siyobonana nawe
Uma sisaphila

Ungabokwenz'okubi kimi
Ucabang'ukuthi angekhe siphinde sibonane
Siyobonana nawe
Uma sisaphila

Ungabokwenz'okubi kimi
Ucabang'ukuthi angekhe siphinde sibonane
Siyobonana nawe
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Izintaba Azihlangani lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the bottom of the calculator
2| symbol to the left of the helmet
3| symbol at the top of the envelope
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid