song lyrics / Soul Brothers / Indlala lyrics  | FRen Français

Indlala lyrics

Performer Soul Brothers

Indlala song lyrics by Soul Brothers official

Indlala is a song in Zulu

Awu yaze yangibulal'indlala
Mntan'omuntu angisali
Izethembiso zakho mntan'omuntu awusazigcini

Awu yaze yangibulal'indlala
Mntan'omuntu angisali
Izethembiso zakho mntan'omuntu awusazigcini

Ngiyakukhumbula mntakethu
Ngizwa ngixekelwa yibhulukwe
Selokhu ngagcina ngawe
Azange ngithandane nomunye

Uma ngikucabanga mntanomuntu
Kuze kom'amath'emlonyeni
Selokhu ngagcina ngawe
Azange ngithandane nomunye

Uma ngikukhumbula mntan'omuntu'
Ngizwa kuband'amathumbu
Ziyehl'inyembezi mntakwethu
Kushisa ngezansi kwenkaba

Awu yaze yangibulal'indlala
Mntan'omuntu angisalali
Izethembiso zakho mntan'omuntu awusazigcini

Ngiyakukhumbula mntakethu
Ngizwa ngixekelwa yibhulukwe
Selokhu ngagcina ngawe
Azange ngithandane nomunye

Uma ngikukhumbula mntan'omuntu
Ngizwa kuband'amathumbu
Ziyehl'inyembezi mntakwethu
Kushisa ngezansi kwenkaba

Uma ngikukhumbula mntan'omuntu
Ngizwa kuband'amathumbu
Ziyehl'inyembezi mntakwethu
Kushisa ngezansi kwenkaba
Selokhu ngagcina ngawe
Azange ngithandane nomunye

Awu yaze yangibulal'indlala
Mntan'omuntu angisalali
Izethembiso zakho mntan'omuntu awusazigcini

Ngiyakukhumbula mntan'omuntu
Ngizwa ngixekelwa yibhulukwe
Selokhu ngagcina ngawe
Azange ngithandane nomunye

Uma ngikukhumbula mntan'omuntu'
Ngizwa kuband'amathumbu
Ziyehl'inyembezi mntakwethu
Kushisa ngezansi kwenkaba
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Indlala lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the left of the thumbs up
2| symbol at the top of the helmet
3| symbol to the right of the eye
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid