song lyrics / Skweletu / Ukholo lwami lyrics  | FRen Français

Ukholo lwami lyrics

Performer Skweletu

Ukholo lwami song lyrics by Skweletu official

Ukholo lwami is a song in Zulu

Ukholo lwami lunezimanga luyangsebenzela
Ngibona ngalabantu abeza kabi ngeybhamu
Idlozi lam linezimanga liyangsebenzela
Ngibona ngalabantu abeza kabi ngeybhamu
Ukholo lwami lunezimanga luyangsebenzela
Ngibone ngalabantu abeza kabi ngeybhamu

Lento yam yokfike khaya ngishisi mpepho ngiguce ngithandaze
Iyona lena engumanqoba empilweni yam
Lento yam yokfike khaya ngishisi mpepho bese ngyacela bomkhulu
Iyona lento eyimphumelelo lapha kimi

Yehlula mabandla eza kimi ngeybhamu azongdubula boo
Ayazi nawo ngiykinga baxabana bodwa
Yehlula mabandla eza kimi eza ngeybhamu azongdubula boo
Bayazi nabo bafike baxabane bodwa

Angiphathi yomuntu oyikhandayezwa othakathayo
Uyazi ukuthi ngyamgcishumthakathi
Angiyphathi yomuntu oyikhandayezwa umuntu othakathayo
Uyazi ukuthi ngyamgcishumthakathi

Kholo lwami usunamandla wena (Lunamanga)
Kholo lwami usunamandla wena (Lunamanga)
Dlozi lami usunamandla wena (Linamandla)
Dlozi lami usunamandla empilwen (Linamand­la)
Kholo lwami usunamandla impela manje (Linamandla)
Kholo lwami usunamandla empilwen wena (Linamandla)
Thongo lami usunamandla impela (Linamandla)
Thongo lami usunamandla impela dlozi (Linamandla)

Yehlula mabandla eza kimi ngeybhamu azongdubula boo
Ayazi nawo ngiykinga bacabana bodwa
Yahlula mabandla eza kimi eza ngeybhamu azongdubula boo
Bayazi nabo bafike becabane bodwa

Angiyphathi yomuntu oyikhandayezwa othakathayo
Uyazi ukuthi ngyamgcishumthakathi
Angiyphathi yomuntu oyikhandayezwa umuntu othakathayo
Uyazi ukuthi ngyamgcishumthakathi

Kholo lwami usunamandla wena (Lunamanga)
Kholo lwami usunamandla wena (Lunamanga)
Dlozi lami usunamandla wena (Linamandla)
Dlozi lami usunamandla empilwen (Linamand­la)
Kholo lwami usunamandla impela manje (Linamandla)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Ukholo lwami lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the left of the eye
2| symbol to the left of the calculator
3| symbol to the right of the camera
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid