song lyrics / Skweletu / Soyixoxa ngekhwela lyrics  | FRen Français

Soyixoxa ngekhwela lyrics

Performer Skweletu

Soyixoxa ngekhwela song lyrics by Skweletu official

Soyixoxa ngekhwela is a song in Zulu

Cha ngithi ang'bonge mtanomuntu wena ngokung'nikeza uthando dali
Cha ngithi ang'bonge mtanomuntu wena ngokung'nikeza uthando lakho dali
Cha ngithi ang'bonge msheli wami wee ngokung'nikeza uthando lwakho dali

Yebo khona ngiyazi ngizalwa kwaHlophe abazali bakho ngeke bavume ujole nami
Yebo khona ngiyazi ngizalwa kwaHlophe abazali bakho ngeke bavume ujole nami
Ngoba ang'nabani ang'nalutho mina nginje wena kimi uphila kahle

Sengizohlonipha is'nqumo sakho sokuthi mina ngingakufoneli
Sengizohlonipha umthetho wakho sokuthi mina ngingakufoneli
Ngoba abazali bakho bazobona ukuthi usuyajola ngoba abazali bakho bazobona usuqomile
Waze wayinkinga Telephone
Kazi mina ng'zokwenzenjani

Ngoba ke siqedile ukukhuluma sobonana ntambama
Ngoba ke siqedile ukukhuluma sobonana ntambama
Yebo ke siqedile ukukhuluma sobonana ntambama

Awungitshele ke mangifika la ng'zokwenzenjani
Ukuze uzobona ukuba seng'khona
Awungitshele mangifika la ng'zokwenzenjani
Ukuze kuze uzobona ukuba seng'khona

Wena uzofike ume lana ushaye ikhwela mina seng'zobona ukuthi uwena
Wena uzofike ume lana ushaye ikhwela mina seng'zobona ukuthi uwena

Bese sizoyixoxa ngekhwela (Siqedile ukukhuluma)
Ukuze ngikwazi ukuza kuwe bengaboni (Lendaba sizoyixoxa ngekhwelo)
Bese sizoyixoxa ngekhwela (Siqedile ukukhuluma)
Ukuze ngikwazi ukuza kuwe bengaboni (Lendaba sizoyixoxa ngekhwelo)

Lalela hhaibo s'qedile ukukhuluma (S'qedile ukukhuluma)
Lendaba soyixoxa ngekhwela
Lendaba soyixoxa ngekhwelo
S'qedile ukukhuluma lendaba soyixoxa ngekhwelo
S'qedile ukukhuluma lendaba soyixoxa ngekhwelo

Wena uzofika ume lana ushaye ikhwela mina seng'zobona ukuthi uwena
Wena uzofika ume lana ushaye ikhwela mina seng'zobona ukuthi uwena

Bese soyixoxa ngekhwelo
Ukuzengikwazi ukuza kuwe bengaboni
Bese soyixoxa ngekhwelo
Ukuzengikwazi ukuza kuwe bengaboni
Lalela hhaibo s'qedile ukukhuluma (S'qedile ukukhuluma)
Lendaba soyoxoxa ngekhwel (Lendaba sizoyixoxa ngekhwelo)

S'qedile ukukhuluma lendaba soyixoxa ngekhwelo
S'qedile ukukhuluma lendaba soyixoxa ngekhwelo
S'qedile ukukhuluma lendaba soyixoxa ngekhwelo
S'qedile ukukhuluma lendaba soyixoxa ngekhwelo
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Soyixoxa ngekhwela lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the top of the trash
2| symbol to the left of the padlock
3| symbol at the top of magnifying glass
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid