song lyrics / Skweletu / Kwangoma lyrics  | FRen Français

Kwangoma lyrics

Performer Skweletu

Kwangoma song lyrics by Skweletu official

Kwangoma is a song in Zulu

Ngibiziwe ngibiziwe Kwangoma yafiki nsizwa yile mah ngabuza nimeleni babhemu
Ngibiziwe ngibiziwe Kwangoma yafiki nsizwa yile mah ngabuza nimeleni babhemu
Ngibiziwe ngibiziwe Kwangoma yafiki nsizwa yile mah ngabuza nimeleni babhemu

Ngithe mang'hlala phasi insizwa zanginiki dokwe
Ngabuza k'dliwani laykhaya bathi yiko loku esik'dlayo
Ngithe umang'hlala phasi insizwa zanginiki dokwe
Ngabuza ngathi yini le zathi ke yikho esik'dlayo

Kwasuke engangihamba nazo insizwa zabhikisha ebaleni
Zathi bezicela ukubona umnumzane angeke phela ikude lana esibuya khona
Kwasuke engangihamba nazo insizwa zabhikisha ebaleni
Zathi zicela ukubona umnumzane angeke phela ikude lana esibuya khona

Zathi ke sawubona mnumzane engabe ubize amakholwa nah
Phela thina sizi-nsizwa sfuna konke okubandayo
Zathi ke sawubona mnumzane engabe ubize amakholwa nah
Phela thina sizi-nsizwa sfuna konke okubandayo

Kanti usibizele ntoni kanti
Usibizele ntoni kanti
Yabona besbuyaphi wena
Khiphi jiki khiphi jiki liyashona ilanga
Usibizele ntoni kanti
Usibizele ntoni mbhemu
Yabonake sbuya kude kanjani
Yey wena liyashona ilanga

Usbizelani kant awunajik
Khiph'ijik khiph'ijik liyashon'ilanga
Usbizelani kant awunajik
Khiph'ijik khiph'ijik liyashon'ilanga

Usbizelani kant awunajik
Khiph'ijik khiph'ijik liyashon'ilanga
Usbizelani kant awunajik
Khiph'ijik khiph'ijik liyashon'ilanga

Zathi ke sawubona mnumzane (Usbizelani kant awunajik)
Engabe ubize amakholwa nah
Phela thina sizi-nsizwa (Khiph'ijik khiph'ijik liyashon'ilanga)
S'funa konke okubandayo

Zathi ke sawubona mnumzane (Usbizelani kant awunajik)
Engabe ubize amakholwa nah
Phela thina sizi-nsizwa (Khiph'ijik khiph'ijik liyashon'ilanga)
S'funa konke okubandayo

Kanti usibizele ntoni kanti (Usbizelani kant awunajik)
Usibizele ntoni kanti
Yabona besbuyaphi wena (Khiph'ijik khiph'ijik liyashon'ilanga)
Kanti usibizele ntoni kanti (Usbizelani kant awunajik)
Usibizele ntoni kanti
Yabona besbuyaphi wena (Khiph'ijik khiph'ijik liyashon'ilanga)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Kwangoma lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the right of the television
2| symbol at the top of the house
3| symbol to the right of the bulb
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid