song lyrics / Sipho Ngwenya / Jesu Ufik'ekuseni lyrics  | FRen Français

Jesu Ufik'ekuseni lyrics

Performers Sipho NgwenyaThinah Zungu

Jesu Ufik'ekuseni song lyrics by Sipho Ngwenya official

Jesu Ufik'ekuseni is a song in Zulu

Jesu ufik’ekuseni
Sebethi baqedile ngawe ebusuku
Afike ekuseni
Ezokuph’amandla masha

Jesu ufik’ekuseni
Sebethi baqedile ngawe ebusuku abantu
Afike ekuseni
Ezokuph’amandla masha

Ufik’ekuseni
Sebethi baqedile ngawe ebusuku
Afike ekuseni
Ezokuph’amandla masha

Ufik’ekuseni
Sebethi baqedile ngawe ebusuku
Afike ekuseni
Ezokuph’amandla masha

Ufik’ekuseni (Jesu ufik’ekuseni)
Oh (Sebethi baqedile ngawe ebusuku)
Ngithi afike uJesu (Afike ekuseni )
Akuphe amandla masha (Ezokuph’amandla masha)

Noma izihlobo zikubalekela (Jesu ufik’ekuseni)
Yena uyasiza uJesu (Sebethi baqedile ngawe ebusuku)
Afike ekuseni uJesu (Afike ekuseni)
Kuph’amandla masha (Ezokuph’amandla masha)

Ziyekeni izihlobo zikulahlise ebusuku
Yikela abangani bahlehle vele kusebusuku (Yebo)
Yekela ubuhlungu bukudle vele kusebusuku
Kodwa ekuseni uzifika uJesu

Akunik’ithemba Elisha
Akunike namandla masha
Wen’ungakhathazeki
Bayekele bakudele

Ufik’ekuseni (Jesu ufik’ekuseni)
Eh (Sebethi baqedile ngawe ebusuku)
Ngithi afike uJesu(Afike ekuseni )
Akuphe amandla masha (Ezokuph’amandla masha)


Kufanela no Shadrik Mishack and Abednigo
Bathi ku Neptic Nazary
Noba ungasifaka emlilweni
Kodwa ngeke sikhothame

Angeke simkhothamele omny’uThixo
Nayi indaba
Bathi noba basifakile echibini lomlilo
Kwase kuvel’indoda yesine
Wafik’uJesu
Wafik’uJesu

Ufik’ekuseni (Jesu ufik’ekuseni)
Sebathi baqedile ngawe ebusuku (Sebethi baqedile ngawe ebusuku)
Kodwa afike uJesu (Afike ekuseni )
Akuphe amandla masha (Ezokuph’amandla masha)

Ufik’ekuseni (Jesu ufik’ekuseni)
Sebethi baqedile ngawe (Sebethi baqedile ngawe ebusuku)
(Afike ekuseni )
Azokupha amandla masha (Ezokuph’amandla masha)

Ufik’ekuseni (Jesu ufik’ekuseni)
Sebethi baqedile abathakathi (Sebethi baqedile ngawe ebusuku
Umthwalo wenzinsuku (Afike ekuseni )
Akuphe amandla masha (Ezokuph’amandla masha)

Jesu ufik’ekuseni (Jesu ufik’ekuseni)
Sebethi baqedile ngawe (Sebethi baqedile ngawe ebusuku
Kodwa afike uJesu (Afike ekuseni )
Akuphe amandla masha (Ezokuph’amandla masha)

Jesu ufik’ekuseni
Sebethi baqedile ngawe ebusuku abantu
Afike ekuseni
Ezokuph’amandla masha
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Jesu Ufik'ekuseni lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the left of the cross
2| symbol to the left of the camera
3| symbol to the right of the calculator
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid