song lyrics / Rebecca Malope / Ukuzenza lyrics  | FRen Français

Ukuzenza lyrics

Performer Rebecca Malope

Ukuzenza song lyrics by Rebecca Malope official

Ukuzenza is a song in Zulu

Oh hayi ukuzenza (Akufani nokwenziwa)
Oh hayi ukuzenza (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Oh hayi ukuzenza (Akufani nokwenziwa)
Kazi mina ngokhalela phi (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)

Kudala bengitshela (Akufani nokwenziwa)
Bengitshela ngoJesu (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Azange ngilalele (Akufani nokwenziwa)
Namuhla ngiyakhala (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)

Ithuba lam seliphelile (Akufani nokwenziwa)
Masango avaliwe (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Sikhathi sam sichithekile (Akufani nokwenziwa)
Ubumnandi balomhlaba (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)

Ngiyabona ngaphesheya (Akufani nokwenziwa)
Aba basindile (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Bembethe ezongubo (Akufani nokwenziwa)
Ubomi basezulwini (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)

Mina sengiyasha (Akufani nokwenziwa)
Ngifun'ukuphuz'amanzi (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Bath'awatholakali (Akufani nokwenziwa)
Onk'angale phesheya (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)

Ndadlala ngexesha lami
Azange ndibamamele
Abashumayeli

Manje ngiyabadinga
Ngathi bangeza la
Bazongishumayeza
La ngisha khona

Ithuba alisekho
Ziintlungu zodwa
Kodwa ngokhalela phi
Yimin'engazenzayo

Oh hayi ukuzenza (Akufani nokwenziwa)
Oh hayi ukuzenza (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Oh hayi ukuzenza (Akufani nokwenziwa)
Kazi mina ngiyophelela phi (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)

Kudala bengitshela (Akufani nokwenziwa)
Bengitshela ngoJesu (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Azange ngilalele (Akufani nokwenziwa)
Namuhla ngiyakhala (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)

Ithuba lam seliphelile (Akufani nokwenziwa)
Masango avaliwe (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Sikhathi sam sichithekile (Akufani nokwenziwa)
Ubumnandi balomhlaba (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)

Ngiyabona ngaphesheya (Akufani nokwenziwa)
Aba basindile (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Bembethwe ngezongubo (Akufani nokwenziwa)
Ubomi basezulwini (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)

Mina sengiyasha (Akufani nokwenziwa)
Ngifun'ukuphuz'amanzi (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Bath'awatholakali (Akufani nokwenziwa)
Onk'angale phesheya (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)

Ukuthi nibatshele (Akufani nokwenziwa)
Laba basemhlabeni (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Ukuthi ukuziphatha kwami (Akufani nokwenziwa)
Kundis'ezintlungwini (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)

Vumelani abafundisi (Akufani nokwenziwa)
Mabenitsheli'ilizwi (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Ningafani nami (Akufani nokwenziwa)
Engishayo manje (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)

Oh hayi ukuzenza (Akufani nokwenziwa)
Oh hayi ukuzenza (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Oh hayi ukuzenza (Hayi ukuzenza Baba)
Kazi mina ngiyophelelaphi (Hayi ukuzenza Baba)

Kudala bengitshela (Akufani nokwenziwa)
Bengitshela ngoJesu (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Azange ngilalele (Akufani nokwenziwa)
Namuhla ngiyakhala (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)

Ithuba lam seliphelile (Akufani nokwenziwa)
Masango avaliwe (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Sikhathi sam sichithekile (Akufani nokwenziwa)
Ubumnandi balomhlaba (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)

Ngiyabona ngaphesheya (Akufani nokwenziwa)
Aba basindile (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Bembethe ezongubo (Akufani nokwenziwa)
Ubomi basezulwini (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)

Mina sengiyasha (Akufani nokwenziwa)
Ngifun'ukuphuz'amanzi (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Bath'awatholakali (Akufani nokwenziwa)
Onk'angale phesheya (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)

Oh hayi ukuzenza (Akufani nokwenziwa)
Oh hayi ukuzenza (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Oh hayi ukuzenza (Akufani nokwenziwa)
Kazi mina ngikhalela phi (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)

Kudala bengitshela (Akufani nokwenziwa)
Bengitshela ngoJesu (Ukuzenz'akufani nokwenziwa)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.
Writers: MOKOENA, Vuyo Mokoena, ZAKO
Copyright: Sony/ATV Music Publishing LLC

Comments for Ukuzenza lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the bottom of the trash
2| symbol to the left of the cross
3| symbol at the top of the heart
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid