song lyrics / Rebecca Malope / Ngisebenzel'izingane lyrics  | FRen Français

Ngisebenzel'izingane lyrics

Performer Rebecca Malope

Ngisebenzel'izingane song lyrics by Rebecca Malope official

Ngisebenzel'izingane is a song in Zulu

Ngisebenzel'ingane zami hayi ngobubi
Ngisebenzel'abantabami hayi ngodlame
Ngabe yini na eniyifuna kimi
Ngoba ngisebenzel'abantabami angiqali muntu

Zonk'izinto enginazo ngizisebenzele kanzima
Ngivuk'ekuseni imihla yonke ngingaphumuli
Manje wen'uyafik'ungithathela ngodlame
Kodwa ngeliny'ilanga uyohlala nalo kunye

Nkosi ngibhekise Kuwe
Kubo bonke ubunzima engikubo
Izinyembezi zami aziweli phansi
Kanti futhi ziyosulwa Nguwe

Nkosi ngibhekise Kuwe
Kubo bonke ubunzima engikubo
Izinyembezi zami aziweli phansi
Kanti futhi ziyosulwa Nguwe

Uthint'isihlahl'esingathintwayo
Ngoba mina ngihamba ngikhuselwe
Siyakucela thina bantwana Bakho
Aphelile amahlathi

Siphila ngokwesaba
Koze kube nini na?
Koze kube nini
Sihlale sithukile

Siphila ngokwesaba
Sihlale sithukile
Koze kube nini
Siphila obu bomi

Nkosi ngibhekise Kuwe
Kubo bonke ubunzima engikubo
Izinyembezi zami aziweli phansi
Kanti futhi ziyosulwa Nguwe

Nkosi ngibhekise Kuwe
Kubo bonke ubunzima engikubo
Izinyembezi zami aziweli phansi
Kanti futhi
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.
Writers: MALOPE REBECCA, SIZWE ZAKO
Copyright: Sony/ATV Music Publishing LLC, Universal Music Publishing Group

Comments for Ngisebenzel'izingane lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the bottom of the bulb
2| symbol to the right of the clock
3| symbol at the bottom of the cloud
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid