song lyrics / Msiz'Kay / Ngawuzw' Umoya Wami lyrics  | FRen Français

Ngawuzw' Umoya Wami lyrics

Performers Msiz'KayAwa KhiweMzoe7

Ngawuzw' Umoya Wami song lyrics by Msiz'Kay official

Ngawuzw' Umoya Wami is a song in Zulu

Ngawuzumoya wami (Ngawuzumoya yewena)
Ngawuzumoya wame
Bona kuhamba lecherry ngiyifunayo
Ngawuzwa umoya wami (Ngawuzwa umoya wami)
So walk away the girl of my dreams
Ngawuzwa umoya wami (Ngawuzwa umoya wami)
Ungikhalile wahleka ngawuzwa umoya wami (Ngawuzwa umoya wami)
She looked at you when she smile
Ngawuzwa umoya wami (Ngawuzwa umoya wami

Aw ngicela ningibambe bakithi ngoba zabulala umuntu (Zabulala umuntu)
Kanti wenzani lo angisakwazi mina ukuthi ngiyamfuna lomuntu (Mina ngyamfuna lomntu)
Ngamthanda sise bancane uNomalanga sesize sakhula (Sesize sakhula)
Kade sithi ngizomtshela ngizomshela
Besize sakhula namhlanje (Sesize sakhula)
Ngiyadibga ngiyawaswela amabala ayabaleka
Ngiyawadinga ngiyaswela amabala ayabaleka (ngswel'amabala)
Funa thande mina funa thande mina
Funa thande mina funa thande mina wena

Bona kuhamba lecherry ngiyifunayo
Ngawuzwa umoya wami (Ngawuzwa umoya wami)
So walk away the girl of my dreams
Ngawuzwa umoya wami (Ngawuzwa umoya wami)
Ungikhalile wahleka ngawuzwa umoya wami
She looked at you when she smile
Ngawuzwa umoya wami (Ngawuzwa umoya wami)

Ay yavuma bulawe isikhwele phela (Oskhwele)
when I saw you walking with a another dude (With another girl)
Ngamelwa inhliziyo ngiyakutshela
Nawe uyazi ukuthi ngawe ngiyazifela
Yazi ngithe ngikubona uhamba naye (Uhamba naye )
Ngadinwa nenyembezi kwathi ngikhale (Kwathi ngikhale)
Aw maye umoya ungasafiki emakhaleni kwaqoqamba nenqondo kwathi ngiqalephi
Cause i never thought i 'd live to see the day ungishiya
Yazi sahlekana but bengithi ngizokudinga
Ay besithi ngizokulinda besithi ngyaklinga
Sthandwa ngsithizongincenga besithi uzongodinga
I was wrong and i never got a chance to say I am sorry
Dala ngifisa ukuxolisa nginamahloni
Thando lwakho alineke eyinto

Bona kuhamba lecherry ngiyifunayo
Ngawuzwa umoya wami
So walk away the girl of my dreams
Ngawuzwa umoya wami
Ungikhalile wahleka ngawuzwa umoya wami
She looked at you when she smile
Ngawuzwa umoya wam

I know she knows I know she knows
Ufuna ngibe jealous
She smiles at you when i am around
Ufuna ngibe jealous
I know she knows I know she knows
Ufuna ngibe jealous
She smiles at you when i am around
Ufuna ngibe jealous

Ubaby ufuna ngibe Jealous
Uyakusebenzisa awuboni wena
Uhamba nawe mina mangikhona emakasana
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Ngawuzw' Umoya Wami lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the bottom of the helmet
2| symbol to the left of the heart
3| symbol to the right of the eye
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid