song lyrics / Mguqelwa featuring Gatsheni / Ithawula Lamabhinca lyrics  | FRen Français

Ithawula Lamabhinca lyrics

Performer Mguqelwa featuring Gatsheni

Ithawula Lamabhinca song lyrics by Mguqelwa featuring Gatsheni official

Ithawula Lamabhinca is a song in Tagalog

La Kukhona khona Uthando
Indlel’ ikhona
Siyathandana nawe.
Bangenaphi laba

La Kukhona khona Uthando
Indlel’ ikhona
Siyathandana nawe.
Bangenaphi laba

Ilezontaba zaseMkhuze
Ezing’sithela othandwa yimi
Siyathandana nawe
Bangenaphi Laba

Ilezontaba zakwa Nongoma
Ezing’sithela othandwa yimi
Siyathandana nawe
Bangenaphi Laba

La Kukhona khona Uthando
Indlel’ ikhona
Siyathandana nawe.
Bangenaphi laba

Uthando, uthando, uthando, nginothando
(Uthando, uthando, uthando, nginothando)
Uthando, uthando, uthando, nginothando
(Uthando, uthando, uthando, nginothando)

Okhalweni ng’yobe ng’fase ugodo lwami
Onyaweni ng’yobe ngigxoba nge-omega
Ngithintitha ngethawula lamabhinca
Elem’balabala

Okhalweni ng’yobe ng’fase ugodo lwami
Onyaweni ng’yobe ngigxoba nge-omega
Ngithintitha ngethawula lamabhinca
Elem’balabala

Kukude law’khona
Hhe dali wami
Bayadela
Abahlala bek’bona

Kukude law’khona
Hhe dali wami
Bayadela
Abahlala bek’bona

Okhalweni ng’yobe ng’fase ugodolwami
Onyaweni ng’yobe ngigxoba nge-omega
Ngithintitha ngethawula lamabhinca
Elem’balabala

Ng’yakuthanda, ng’yakuthanda, ng’yakuthanda
(Dali, we dali, mina nawe, sinjengamajuba)

Ng’yakuthanda, ng’yakuthanda, ng’yakuthanda
(Dali, we dali, mina nawe, sinjengamajuba)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.
Writers: MLUNGISI NDLOVU, XOLANI GUMEDE

Comments for Ithawula Lamabhinca lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the top of the house
2| symbol to the left of the thumbs up
3| symbol to the right of the cloud
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid