song lyrics / Lebo Sekgobela / Uthando lukababa lyrics  | FRen Français

Uthando lukababa lyrics

Performer Lebo Sekgobela

Uthando lukababa song lyrics by Lebo Sekgobela official

Uthando lukababa is a song in Zulu

Uthando lukaBaba
Lunje ngolwandle bo
Lona lubanzi futhi lujulile
Luyazeka yini pho

Lwafinyelela kimi
Ngisezonweni zam
Lona alwaze lwangedlula
Lwangisindisa nam

O Baba ngiyabonga (O Baba ngiyabonga)
Ngiyabonga, nhliziyo yam (Nangenhliziyo yami)
Yebo, yebo, yebo (Sengiyavuma ngithi)
(UnguMsindisi wami)

Lwafinyelela kimi
Ngisesemhlabeni
Lona alwaze, alwaze lona lwangedlula
Lona lwangi

O Baba ngiyabonga (O Baba ngiyabonga)
Oh ngiyabonga, nhliziyo yami (Nangenhliziyo yami)
Sengiyavuma, sengiyavuma (Sengiyavuma ngithi)
Vuma ngithi (UnguMsindisi wami)

Ngizokwethemba njalo
Ngise semhlabeni
Mina ngizo-ngizo-ngizo-ngizo-ngizokukhonza
Ngothando

O Baba, o Baba (O Baba ngiyabonga)
Oh ngiyabonga (Nangenhliziyo yami)
Heyi, heyi, heyi (Sengiyavuma ngithi)
Ngiyavuma (UnguMsindisi wami)

O Baba, o Baba (O Baba ngiyabonga)
Ngiyabonga, ngiyabonga Baba (Nangenhliziyo yami)
Ngiyabonga Melusi, sengi (Sengiyavuma ngithi)
Ngiyavuma ngithi (UnguMsindisi wami)

O Baba, o Baba (O Baba ngiyabonga)
(Nangenhliziyo yami)
(Sengiyavuma ngithi)
(UnguMsindisi wami)

O Baba (O Baba ngiyabonga)
Nange (Nangenhliziyo yami)
WeBaba, weBaba (Sengiyavuma ngithi)
Ngiyavuma ngithi (UnguMsindisi wami)

O Baba, o Baba (O Baba ngiyabonga)
Ngiyabonga, ngiyabonga (Nangenhliziyo yami)
Ngiyabonga Melusi, sengiyavuma (Sengiyavuma ngithi)
Vuma ngithi (UnguMsindisi wami)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Uthando lukababa lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the top of the eye
2| symbol at the top of the trash
3| symbol at the top of the house
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid