song lyrics / Lebo Sekgobela / Khaya Lami lyrics  | FRen Français

Khaya Lami lyrics

Performer Lebo Sekgobela

Khaya Lami song lyrics by Lebo Sekgobela official

Khaya Lami is a song in Zulu

Lihle iZulu ikhaya lami
Kulaph'abangcwele bayophumula khona
Bona bahamba noJesu, baphila Naye
Emaphakadeni ekhaya ngale

Ngithi lihle izulu ikhaya lami
Kulaph'abangcwele bayophumula khona
Bona bahamba noJesu, baphila nNaye
Emaphakadeni ekhaya ngale

Khaya lami (Khaya, khaya, ikhaya lami)
(Khaya lam elihle hle)
Mina ngineZulu (Mina ngineZulu)
Mina ngineZulu (Ikhaya lami)
(Linga phesheya komfula ngale)

IZulu yikhaya lami, ikhaya lami (Khaya, khaya, ikhaya lami)
Khaya lam, elihle hle (Khaya lam elihle hle)
Mina ngineZulu (Mina ngineZulu)
Mina ngineZulu (Ikhaya lami)
Hallelujah (Linga phesheya komfula ngale)

Sihamba ke thina siyekhay'eZulwini
Uyosala ke wena ngob'uthand'izono
Ungasali namunye ngokusala kwakho
Ngob'umus'ukulingene wadlala ngawo

Sihamba ke thina siyekhay'eZulwini
Uyosala ke wena ngob'uthand'izono
Ungasali namunye ngokusala kwakho
Ngob'umus'ukulingene wadlala ngawo

(Khaya, khaya)
Ikhaya lami (Ikhaya lami)
Khaya lam, elihle hle (Khaya lam elihle hle)
Mina ngineZulu (Mina ngineZulu)
Mina ngineZulu (Ikhaya lami)
Ikhaya lami (Linga phesheya komfula ngale)

Khaya lami (Khaya, khaya)
Ikhaya lami (Ikhaya lami)
Khaya lam, elihle hle (Khaya lam elihle hle)
Mina ngineZulu (Mina ngineZulu)
Mina ngineZulu (Ikhaya lami)
Oh ho (Linga phesheya komfula ngale)

(Khaya, khaya, ikhaya lami)
Wena Zulu ikhaya lam (iZulu yikhaya lam, lingale)
Khaya lami (Khaya, khaya, ikhaya lami)
iZulu ikhaya lam (iZulu yikhaya lam, lingale)

Wena khaya, khaya (Khaya, khaya)
Khaya lami (Khaya, khaya)
Wena Zulu khaya lami (Khaya, khaya)
Khaya lami (Khaya, khaya)
Wena khaya lami (Khaya, khaya)
Khaya lami (Khaya, khaya)
Wena Zulu ikhaya lam (iZulu yikhaya lam, lingale)

Wena khaya, khaya (Khaya, khaya)
Khaya, khaya lami (Khaya, khaya)
Wena khaya lami (Khaya, khaya)
Khaya lami, khaya lami (Khaya, khaya)

Lihl'iZulu ikhaya lami (Khaya, khaya)
Wena, wena khaya lami (Khaya, khaya)
Umuhle khaya lami (Khaya, khaya)
Khaya, khaya (Khaya, ikhaya labangcwele bo)
(Khaya, khaya)

Khaya lam, khaya lami (Khaya, khaya)
Wena Zulu ikhaya lami (Khaya, khaya)
Wen'ikhaya lami (Khaya, yeah, yeah, yeah khaya, khaya)
Wena khaya lami (Khaya, khaya)

Wena Zulu ikhaya lami (Khaya, khaya)
Khaya lami (Khaya, yeah, yeah, yeah khaya, khaya)
Wena khaya (Khaya, khaya)
Wena Zulu ikhaya lam (iZulu yikhaya lam, lingale)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.
Writers: LEBOHANG SEKGOBELA, Mbusi Madondo
Copyright: Downtown Music Publishing, HAITIAN MUSIC INDUSTRY

Comments for Khaya Lami lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the bottom of the star
2| symbol at the top of the suitcase
3| symbol to the left of magnifying glass
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid