song lyrics / Lebo Sekgobela / Igama lyrics  | FRen Français

Igama lyrics

Performer Lebo Sekgobela

Igama song lyrics by Lebo Sekgobela official

Igama is a song in Zulu

Ngob'igama leNkosi liyiyo inqaba
Ophephela khona uyakusindiswa
Ohlezi kulona akana kwesaba
Nokuba umhlaba uzanya

Abayokhuleke gameni leNkosi
Bayakusindiswa uyasho umbhalo
Libongwe abantu
Libongwe ingelosi

Ngoba alikho igama
Elihle njengalo
INkosi iyazi esikudingayo
Yebo iNkosi yon'iyazi

Thapelo tsa rona
Tsona di tla
O di tla nyolohela
Hodimo

Abayokhuleke (Abayokhuleke)
Egameni leNkosi (Gameni leNkosi)
Bayakusindiswa (Bayakusindiswa)
Uyasho, uyasho (Uyasho umbhalo)

Libongwe ngabantu (Libongwe ngabantu)
Libongwe ingelosi (Libongwe ingelosi)
Alikho igama, alikho igama (Alikho igama )
Alikho igama (Elihle njengalo)

Thapelo tsa rona (Thapelo tsa rona )
Di tla nyolohela (Di tla nyolohela)
Di tla nyolohela (Di tla nyolohela)
Hodimo, hodimo (Hodimo ho Ntate)

Re bine hosana (Re bine hosana)
Hosana hodimo (Hosana hodimo)
Hodimo (Hosana hodimo)
Hodimo (Hodimo ho Ntate)

Inkosi iyazi esikudingayo
Iyazi (Inkosi iyazi esikudingayo)
Igama leNkosi (Igama liyiyo inqaba)
Ophephela khona (Ophephela khona)
Uya (Uyakusindiswa)

Abayokhuleke (Abayokhuleke)
Egameni (Gameni leNkosi)
Bayakusindiswa (Bayakusindiswa)
Uyasho (Uyasho)
Umbhalo (Umbhalo)

Abayokhuleke
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Igama lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol at the bottom of the television
2| symbol to the right of the target
3| symbol at the top of the envelope
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid