song lyrics / Ichwane Lebhaca / Sidakwa Sonke lyrics  | FRen Français

Sidakwa Sonke lyrics

Performers Ichwane LebhacaThuthukani Cele

Sidakwa Sonke song lyrics by Ichwane Lebhaca official

Sidakwa Sonke is a song in Zulu

Hemama ngek'ilunge lendaba (ngoba sdakwa sonke)
Hebaba ngek'ilunge lendaba (kudakw' umama sekudwakwa noma)

Wemama ngek'ilunge lendaba (ngoba sdakwa sonke)

Yeyeye (ngoba sdakwa sonke)
Sekukwampunzi idlemini lapha (kudakw' umama sekudwakwa noma)

(ngoba sdakwa sonke)
Mama ngek'ilunge lendaba (kudakw' umama sekudwakwa noma)
Wemama ngek'ilunge lendaba (ngoba sdakwa sonke)
Mama ngek'ilunge lendaba (kudakw' umama sekudwakwa noma)

Mama ngek'ilunge lendaba
Ngek'ilunge lendaba
Awu yeyeye sekukwampunzi idlemini lapha
Yeyeye sekukwampunzi idlemini lapha
Yeyeye sekukwampunzi idlemini lapha

Sizwa ngengane
Sizwa ngengane
Sekuyiyona ebuz' ukuthi
Sekuyiyona ebuz' ukuthi endlini
Ngubani ominyi iglasi lami
Ngubani ominyi ibeer yami
Seniqal' ukungijwayela kabi
Hawu baba nomama
Taima ne oledi
Yazi seniqal' ukungijwayela kabi laendlini
Yimali yeqolo lami
Yimali yeqolo lami lena

Sekukwampunzi idlemini lapha (ngoba sdakwa sonke)
Sekukwampunzi idlemini lapha (kudakw' umama sekudwakwa noma)
Sekukwampunzi idlemini lapha (ngoba sdakwa sonke)
Sekukwampunzi idlemini lapha (kudakw' umama sekudwakwa noma)

Wemama ngek'ilunge lendaba (ngoba sdakwa sonke)
Ho sdakwa sonke (kudakw' umama sekudwakwa noma)
Wemama ngek'ilunge lendaba (ngoba sdakwa sonke)
Webaba ngek'ilunge lendaba (kudakw' umama sekudwakwa noma)

(ngoba sdakwa sonke kudakw' umama sekudwakwa noma)

Hawuhawuhawu wemalo
Ngithi hawuhawuhawu wemalo
Nginenkinga mina kulomuzi
Nginenkinga mina kulomuzi
Nginenkinga mina kulomuzi
Nginenkinga mina kulomuzi

Ngithi kuphuza mina kuphuza umkami kuphuza nengane zami

Ngithi ngikhulumel' umkami wangithuka
Ngathi ngikhuluma lengane nayo yangithuka

Sizwa ngengane (ngoba sdakwa sonkekudakw' umama sekudwakwa noma)
Sekuyiyona ebuz' ukuthi (ngoba sdakwa sonkekudakw' umama sekudwakwa noma)
Ngubani ominyi iglasi yami (ngoba sdakwa sonkekudakw' umama sekudwakwa noma)
Ngubani ominyi ibeer yami (ngoba sdakwa sonkekudakw' umama sekudwakwa noma)

Hemama ngek'ilunge lendaba (ngoba sdakwa sonke)
Hebaba ngek'ilunge lendaba (kudakw' umama sekudwakwa noma)
Hemama ngek'ilunge lendaba (ngoba sdakwa sonke)
Hebaba ngek'ilunge lendaba (kudakw' umama sekudwakwa noma)

Hemama ngek'ilunge lendaba (ngoba sdakwa sonke)
Hebaba ngek'ilunge lendaba (kudakw' umama sekudwakwa noma)
Wemama ngek'ilunge lendaba (ngoba sdakwa sonke)
Hebaba ngek'ilunge lendaba (kudakw' umama sekudwakwa noma)

Yimali yeqolo lami (ngoba sdakwa sonkekudakw' umama sekudwakwa noma)
Yimali yeqolo lami lena (ngoba sdakwa sonkekudakw' umama sekudwakwa noma)

Hemama ngek'ilunge lendaba (ngoba sdakwa sonke)
Hebaba ngek'ilunge lendaba (kudakw' umama sekudwakwa noma)
Hemama ngek'ilunge lendaba (ngoba sdakwa sonke)
Hebaba ngek'ilunge lendaba (kudakw' umama sekudwakwa noma)

(ngoba sdakwa sonkekudakw' umama sekudwakwa noma)

Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Sidakwa Sonke lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the right of magnifying glass
2| symbol to the left of the cross
3| symbol to the left of the calculator
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid