song lyrics / Brenda Fassie / Uyang'Embarasa lyrics  | FRen Français

Uyang'Embarasa lyrics

Performer Brenda Fassie

Uyang'Embarasa song lyrics by Brenda Fassie official

Uyang'Embarasa is a song in Zulu

Haaaaaawu we mfwethu
Cha ngeke phela, ngeke mfwethu
Uyazi lomfaz'usedl'imali yami
Usedlala ngam'impela mfwethu
Usengengibiza ngomntsintsila
Awu ngeke mfwethu,
Phela mina nginguNgcob'uFuz'uMapholoba

(Dlala nami) Ayi
(Dlala dlala nami) Ayi ayi
Ayi uyang'embarasa (Dlala nami)
Ayi weMajola (Mama wezingane zami)

(Dlala nami) Ayi
(Dlala dlala nami) Ayi ayi
Ayi uyang'embarasa (Dlala nami)
Ayi weMajola (Mama wezingane zami)

Yini ungagezi weMajola
Uyang'embarasa sthandwa sami
Yini ungagezi weMajola
Uyang'embarasa sthandwa sami

Ngithi ngibheka amany'amadoda
Bahlambile, bagezile
Hayi wen'uyangiphoxa

Ngithi ngibheka amany'amadoda
Bahlambile, bagezile
Hayi wen'uyangiphoxa

Dlala dlala nami
Dlala nami, dlala nami dali wami
Dlala dlala nami
Dlala nami, dlala nami dali wami

'Kub'ankungenxa kaMama wami
Bengingeke ngikushade baba wabantwabami
'Kub'ankungenxa kaMama wami
Bengingeke ngikushade baba wabantwabami

(Dlala nami) Ayi
(Dlala dlala nami) Ayi ayi
Ayi uyang'embarasa (Dlala nami)
Ayi weMajola (Mama wezingane zami)

(Dlala nami) Ayi
(Dlala dlala nami) Ayi ayi
Ayi uyang'embarasa (Dlala nami)
Ayi weMajola (Mama wezingane zami)

Dlala dlala nami
Dlala nami, dlala nami dali wami
Dlala dlala nami
Dlala nami, dlala nami dali wami

(Dlala nami) Ayi
(Dlala dlala nami) Ayi ayi
Ayi uyang'embarasa (Dlala nami)
Ayi weMajola (Mama wezingane zami)

(Dlala nami) Ayi
(Dlala dlala nami) Ayi ayi
Ayi uyang'embarasa (Dlala nami)
Ayi weMajola (Mama wezingane zami)

Dlala dlala nami
Dlala nami, dlala nami dali wami

'Kub'ankungenxa kaMama wami (Dlala dlala nami)
(Dlala nami) Bengingeke ngikushade (Dlala nami dali wami)
Baba wabantwabami

'Kub'ankungenxa kaMama wami (Dlala dlala nami)
(Dlala nami) Bengingeke ngikushade (Dlala nami dali wami)
Baba wabantwabami

(Dlala nami) Ayi
(Dlala dlala nami) Ayi ayi
Ayi uyang'embarasa (Dlala nami)
Ayi weMajola (Mama wezingane zami)

(Dlala nami) Ayi
(Dlala dlala nami) Ayi ayi
Ayi uyang'embarasa (Dlala nami)
Ayi weMajola (Mama wezingane zami)

Ngithi ngibheka amany'amadoda (Dlala dlala nami)
(Dlala nami) Bahlambile, bagezile (Dlala nami dali wami)
Hayi wen'uyangiphoxa

Ngithi ngibheka amany'amadoda (Dlala dlala nami)
(Dlala nami) Bahlambile, bagezile (Dlala nami dali wami)
Hayi wen'uyangiphoxa

(Dlala nami) Ayi
(Dlala dlala nami) Ayi ayi
Ayi uyang'embarasa (Dlala nami)
Ayi weMajola (Mama wezingane zami)

(Dlala nami) Ayi
(Dlala dlala nami) Ayi ayi
Ayi uyang'embarasa (Dlala nami)
Ayi weMajola (Mama wezingane zami)

(Dlala dlala nami) Ayi ayi
Ayi (Dlala nami) Ayi uyang'embarasa (Dlala nami dali wami)
Ayi weMajola

'Kub'ankungenxa kaMama wami (Dlala dlala nami)
(Dlala nami) Bengingeke ngikushade (Dlala nami dali wami)
Baba wabantwabami

(Dlala nami) 'Kub'ankungenxa
KaMama wami (Dlala dlala nami)
Bengingeke ngikushade (Dlala nami)
Baba wabantwabami (Mama wezingane zami)

(Dlala nami) 'Kub'ankungenxa
KaMama wami (Dlala dlala nami)
Lyrics copyright : legal lyrics licensed by Lyricfind.
No unauthorized reproduction of lyric.

Comments for Uyang'Embarasa lyrics

Name/Nickname
Comment
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - All rights reserved. www.paroles-musique.com/eng/
Member login

Log in or create an account...

Forgot your password ?
OR
REGISTER
Select in the following order :
1| symbol to the right of the helmet
2| symbol to the left of the cloud
3| symbol to the left of the bulb
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid