paroles de chanson / Sjava parole / Baba lyrics  | ENin English

Paroles de Baba

Interprète Sjava

Paroles de la chanson Baba par Sjava lyrics officiel

Baba est une chanson en Zoulou

Baba wahamba emhlabeni
Ngisahlanganisa impilo yami
In your eyes I never made it

Baba wahamba emhlabeni
Ngisahlanganisa impilo yami
In your eyes I never made it

Ngabe uyambona yini lapho ukhona
Ngabe uyayiqenya yini ngami
Uyishay' isfuba ngami

Ngabe uyambona yini lapho ukhona
Ngabe uyayiqenya yini ngami
Uyishay' isfuba ngami

I just want you to know that I miss you
Impilo ayibanga lula without you
Mangingakutshela everything that I've been through
Angeke ukholwe baba you'll think its a fix you
Leyokuxabana kwakho nomama angiyingeni
Indaba zenu lezi angiyingeni
Ukuthi ngubani oyenzeni kanjani lengezenu
Ngibong ukuthi ningilethe emhlabeni we
Baba ngiyazi ukuthi awungkhulisanga
Kuthi wabaleka noma awubalekanga
Futhi anginankinga nawe uyindoda
Nami mhlawumbe afana nawakho amaphutha ngisazowenza angazi
Ngithe ngizokutshela kona noma unamaphutha mina ngiyakuthanda
Mhlawumbe wangizalela ukuthi ngikuxolisele kuye umama

Baba wahamba emhlabeni
Ngisahlanganisa impilo yami
In your eyes I never made it

Baba wahamba emhlabeni
Ngisahlanganisa impilo yami
In your eyes I never made it

Ngabe uyambona yini lapho ukhona
Ngabe uyayiqenya yini ngami
Uyishay' isfuba ngami

Ngabe uyambona yini lapho ukhona (I hope you see me)
Ngabe uyayiqenya yini ngami (I hope you see me)
Uyishay' isfuba ngami (I hope you see me)

Mama mad I ain't never home
But I want to get her a million
I'm running less ugabela zone
Mina nalezi ezami sinespilion
It's all because when you left I was way too young
Yho I was fathered by them streets that you left me on
When you turned on your tv and see who I have become
Uyashayana isfuba uyazqenya na
Shay' isfuba cause the darker too loud
Dirty your clean I'm gon get my gwalla
My lil sis wanna hang but I don't have time though
I can't help it but being the color of my sprido
I meet this girl I thought she wife
I gave her all of my life
I would have died for her lonely
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Baba

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole à gauche de la calculatrice
2| symbole à droite du cadenas
3| symbole à droite de l'oeil
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid