paroles de chanson / Sjava parole / Amakhehla lyrics  | ENin English

Paroles de Amakhehla

Interprètes SjavaUdumakahleVernotileAnzo

Paroles de la chanson Amakhehla par Sjava lyrics officiel

Amakhehla est une chanson en Zoulou

Woqaphel'ingodlu
Ngithi ngicela nitshele isitha sami
Ukuthi ang’hambi ngedwa
Ngihamba nabangabonwa
Abangabonwa abadala

Ngihamba noMkhulu wami uNjinga
Nasempini yaseNcome kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga
Ngihamba noMkhulu wami uNjinga
Nasempini yaseNcome kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga

Uke afike kimi nangephupho
Athi mzukulu ubosibheka isandla somuntu
Nami ngilele laphengilele khona ethuneni
Ngenxa yaso isandla somuntu
Banomona abantu

Ngihamba noMkhulu wami uNjinga
Nasempini yaseNcome kuthiwa wayeyivika imikhonto yamashinga

Sonyakaza kodwa dlozi lam wovikaphela(Bovika dlozi lam)
Wovika phela (Ungvikele ezitheni zam)
Balwisana nempumelelo yami
Hamba nabani wo dlozi lam (Bovika dlozi lam)
Bovika phela ezitheni zam (Ungvikele ezitheni zam)
Balwisana nempumelelo yami

Ngithi ngicela nitshele isitha sami
Ukuthi ang’hambi ngedwa
Ngihamba nabangabonwa
Abangabonwa Abadala

Maye ngiyak’zwela
Ngoba laMakhehla anodlame
Anodlame ngiyawazi
Oh ngiya’zwela
Ngoba laMakhehla anodlame
Ave enodlame ngiyawazi

Ubokhulum’ ukhulum’ ukhulum’ ubuye ubal’ amagamakho
Ukhumbul’ ukuthi nami nginedlozi lami (Nogogo nomkhulu)
Ubothi mawushwashwada nabangani bakho
Nihlel’ ukuthi ningiqumbe phansi
Ubuye ukhumbule, nami nginedlozi and liyalwa

Uyozwa sekuthiwa nimbon’ enje isimo sesinje
Wafaka unyawo lakhe lapho elingafakwa khona manje ziyamnetha

Nj’oba nibona nje kunje impilo isinje
Akahlanyi ekhanda
ObabaMkhulu abamthwalisa umqhele ogcwele nje ameva
Ameva

Yingakho mina ngithi ngicela nitshele isitha sami
Ukuthi ang’hambi ngedwa
Ngihamba nabangabonwa
Abangabonwa Abadala

Maye ngiyak’zwela
Ngoba laMakhehla anodlame
Anodlame ngiyawazi
Oh ngiya’zwela
Ngoba laMakhehla anodlame
Ave enodlame ngiyawazi
Droits parole : paroles officielles sous licence Lyricfind respectant le droit d'auteur.
Reproduction des paroles interdite sans autorisation.

Commentaires sur les paroles de Amakhehla

Nom/Pseudo
Commentaire
Copyright © 2004-2024 NET VADOR - Tous droits réservés. www.paroles-musique.com
Connexion membre

Se connecter ou créer un compte...

Mot de passe oublié ?
OU
CREER COMPTE
Sélectionnez dans l'ordre suivant :
1| symbole à gauche de l'oeil
2| symbole en haut de l'ampoule
3| symbole à droite de la poubelle
grid grid grid
grid grid grid
grid grid grid